Gregory art and craft and sermon's art

Gregory art and craft and sermon's  art Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Gregory art and craft and sermon's art, Arts and entertainment, Westville.

13/06/2024
05/03/2021

Makoti akekho umunye umama wendoda oyiganile ngapha kwalo ombonayo,nawe mama akekho omunye umakoti wendodana yakho ngaphande kwalo ombonayo,mawuthi Angeke akuhlukanise nendodana yakho naye uthi Angeke umehlukanise nendoda yakhe,ngoba nobabili anizimisele ukuhlukana nalendoda yini ningamane nibambisane kulendoda ngoba ngesikhathi nilwa impi eningeke niyinqobe nilahlekelwa okuningi ebeningakuzuza kulendoda,nayo nje niyibeka emathubeni amaningi okuthi iphathwe ingcindezi okungenza ife niyiluze nobabili

We are still specialising on the following things built in kitchen s and wardrobes and words of hope
04/07/2020

We are still specialising on the following things built in kitchen s and wardrobes and words of hope

We are specializing on wood work and the words of hope
11/05/2020

We are specializing on wood work and the words of hope

03/08/2019

Umbona ngani umuntu mayengaba i future husband yakho noma i future wife yakho

28/05/2019

Zintokazi aniboqaphela izimpisi zabantu besilisa ezikwenza ungathembeki ebudlelwaneni benu nezithandwa zenu okuthi masebuphelile zikushiye kube sengathi azikaze zikwazi

27/05/2019

Uthando lufika kanye mawuluphathe kahle luhlale mawuluphathe kabi luhamba lungaphinde lubuye noma ungalufisa kanjani ulukhumbule kanjani ngeke luphinde lubuye mukungenzeka lubuye kungaba ingoba kungahambanga kahle la olwaluye khona,lungabuyela impatho enhle olwayithola kuwe kodwa hhayi ukukuthanda (okaningi abanye abahleli othandweni ngoba besathanda kodwa sebahlalela izinto ezithize ezibajabulisayo kuphela

22/03/2019

Kanjengoba usufuna ukushada nami uyilo yini uhlobo lwabantu olushadayo?uyangidinga noma uyangithanda?ubona ngani ukuthi yimi engifanele ukushada nawe

26/02/2019

Guys vryheid ugesi awukhu ezindawe ezakhiwa uhulumeni wabantu abamnyama ngokwami bayahluleka abantu bakithi i ANC ne IFP ne NFP empeleni onke abantu abamnyama athenga izinto ezi cheap ngoba kuthiwe zithengwe ngemali enkulu ngoba kufuneka kudliwe oshintshi ,nihlulekile niyahluleka futhi niyohlale nihluleka mayingakaphumi ingqondo yokuzicebisa nobhululu nemindeni yenu

Address

Westville

Telephone

+27718067203

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Gregory art and craft and sermon's art posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share