Maqanda the poet

Maqanda the poet Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Maqanda the poet, Poet, Volksrust.

09/03/2023

💔😭INKONDLO ENGANA SHLOKO🤕✍

05/03/2023

💚Lashoni ilanga❤

Lashoni ilanga bavuka abathakathi
Kusho amakholwa kodwa iningi Labo licwashe ngebhayibheli😢💔
Ngoba izinto ezenziwa abantu bakho nkosi zizosmangaza💔❤

I zolo lokhu kibosh ubabu Mthembu ongumgundisi othembekile emphakathini💔🕊
Kuthiwa udlwengule ingane engakadluli nasemnyakeni oyishumi
Lokho kuvele kwathusa nginama ubedume ngokwazisa ukuncola💘😭

Lashoni ilanga bavuka abathakathi
Kusho amakholwa kodwa iningi Labo licwashe ngebhayibheli👥💔
Ngoba izinto ezenziwa abantu bakho nkosi zizosmangaza😤😭🤕

Abafundisi abaningi sibezwa basho oo fire fire okunye okubuye kungidide ukuthi umlilo bawu sabani ukubu philisa✋💔

Makasho ubabu mfundisi uthi umjulu
sengize ngiwusula ngebhayibheli😭💔
Ngoba abazalwane bayakwazi ukuthatha indlu yesonto bayi phendule isihogo❤❤😩
Ningaboba themba abafundisi abachamuka namathende 🎙❤
Ay cha athi ngiyeke leyo ngingakazondwa abafundisi✍❤

Sekwaba nzima ngaleyondlela emhlabeni abafundisi baze baqola abazalwane babuka Kuze bathole okuya ngasethunjini💔🕊

uMaqanda the poet ❤✍

Address

Volksrust

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Maqanda the poet posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category