Zulu Stick Fight - umgangela

Zulu Stick Fight  - umgangela Stick Fight is a game between warriors.
(10)

12/08/2026

FROM INBOX

khona ocele ngimfakele le Video. Cha kona iyangihlekisa. Ubani owrong la?

12/08/2026

Ungamnika bani out of 10?
10/08/2026

Ungamnika bani out of 10?

09/08/2026

Ukwazile ke ukuzilwela udriver weUber. Angazike ubani lo okhalisa okwe ambulance kulesgameko sokubanjwa kwa driver weUber kodwa ngenhlanhla ulwile waphunyuka.

Ivideo kuma comments

Ezinsizweni, akekho ngampela ofuna ama tickets okuyobuka AmaZulu vs Sekhukhune eChatsworth Stadium ksasa ngo 3? Aiy cha ...
08/08/2026

Ezinsizweni, akekho ngampela ofuna ama tickets okuyobuka AmaZulu vs Sekhukhune eChatsworth Stadium ksasa ngo 3? Aiy cha kusho ukuth izinsizwa zizithandela umdlalo wenduku kuphela🤣🤣, nginama tickets wabantu abaw5 kodwa ahamba ngamabili

Asidlali la, nanka amatickets zinsizwa
08/08/2026

Asidlali la, nanka amatickets zinsizwa

WAFA WAFASekunjalo namhlanje nge MTN 8 lapho kudlala ngokha ama qembu awu 8 ebanga umklomelo ka R10m, imidlalo iqala kho...
08/08/2026

WAFA WAFA

Sekunjalo namhlanje nge MTN 8 lapho kudlala ngokha ama qembu awu 8 ebanga umklomelo ka R10m, imidlalo iqala khona namhlanje. Bese kusasa lapha kwa Zulu-Natal, kube nomdlalo eChatsworth Stadium lapho kuzobe kubhekene khona AmaZulu vs Sekhukhune United ngo 3 ntambama.

Nginama ticket abantu abawu 5 ahamba ngamabili, ukuze uzihlabanele ngalamathikithi, kulula nje.

1. Faka iAirtime ka R30 yakwa MTN bese wenza iscreen short, usithumele la kwi comment section.

2. Abazowina, kuzoba ngabantu abazokwazi ukuyobuka igame.

3. Ozothola ama like amaningi kwi comment yakhe.

MTN South Africa


Umoya wale nsizwa woniwe yini? Wenzeni uCamera Man? Eiy madoda abanye abantu
05/08/2026

Umoya wale nsizwa woniwe yini? Wenzeni uCamera Man? Eiy madoda abanye abantu

Le nsizwa yathi ibhekene no Sika Sombese yathi "Nangu uQaphela, asambee Sombese"Wake wadlala wena nomuntu ube uMbongela?...
05/08/2026

Le nsizwa yathi ibhekene no Sika Sombese yathi

"Nangu uQaphela, asambee Sombese"

Wake wadlala wena nomuntu ube uMbongela? Yayikhombisa ngampela ukuthi ayimenqeni, asazike kodwa noma yayiziqinisa yini

05/08/2026

Niyawukhumbula umdlalo waleNsizwa noSombese? Yayithi uma idlala naye ibe imbongela ithi "Asambe Sombese" bese iyamhleka

Address

Umzinto
4206

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Zulu Stick Fight - umgangela posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share

Category