01/09/2026
Uvele wayekwa evalelisa umngani wakhe emathuneni ngendlela ebebejayiva ngayo ngesikhathi esaphila.
Abantu abaningi sebekugxekile lokhu bathi ulusha alusawuhloniphi nhlobo umgcwabo. Kuthiwa abantu abasha baqhoka umathanda bebe bazi kahle ukuthi baya esifweni, kanti into ekhalisa abantu abadala ukuthi lezingane azinawo namahloni okwenza noma ngabe yini ebajabulisayo abanandaba nokuthi bakephi.
Buka ividiyo kumakhomenti uzibonele bese ubeke owakho umbono mayelana naloludaba.
Munganikwa ithuba kuthiwa valelise kumngani wakho okokugcina ungaphefomani?
Cindezela u-like bese uyasifolowa ukuze uthole izindaba zakamuva ngokushesha.