22/07/2021
Impilo yaNompumelelo (part one)
Kusekuseni emzini kaMvelase okaNongoma."Shesha awboni iskhathi sidliwe yinJa😤😠","ngiYeza mama" uNompumelelo loYo ephendula umama wakher uGLadYs noma engamzali ngokwegazi kodwa umuthatha njengomama wakher.Phela kulendlu bahlala bahlanu uGLadYs,uMvelase,uNompumelelo,uAsanda kanYe no-Iminathi. Sebehambile abanYe baya esikoleni uNompumelelo yena uhambisana nomawakher ekusenii. Bangene emoTweni🚗ihambe imoTo "mtanami awusho njengoba ufunda ugrade 9 ucabanga ukukhetha ziphi izifundo ngonyaka ozayo?" Kubuza uGLadYs. 😌"bengikacabangi mama ngoba nomsebenzii muningi wesikole angisitholi isikhathi sokuthi ngike ngizicabange nje". 😹"aaY kulungile keR thatha isikhwama samii ukhiphe uR20 ngoba umphako aniwuphathanga namhlanJe". Yebo marH avule iskhwama athathe imali uNompumelelo asivale asibuYisele . Bafike esikoleni ehle uNompumelelo angene ngaphakathi isuke ihambe imoto🚗
"Sawbona bab'Ndlovu😊"kubingelela uNompumelelo kwiSecurity . 😹😹"iYabonana ndodakazi" . Aqhubeke nendlela engakafiki egumbini lokuFundela kuvumbuke uSanele." HeY Mpumerh 😊mY choc chip😍sweet caramel with a cherry on top🍒UnJanii crunchie munchie Yami😋". "Sawbona nawe sanele ngYaphila wena unjani😏" . Uzenza engaThii akanendaba uMpumerh kanTii ngaphakathii uchazekile . "Awu kodwa mamaR waze wangiphoca iThii nJe sanerh kuzoba ryt😌". "Okay ke sanerh😊". Amuphathele iskhwama u"sanerh" amphelezele aYe eCLassin. 😊"ngYabonga sanele". "🤗amanzii amancaner lawa🤗".
(Kukhale insimbi yokuqala kokuFunda)
Kungene uThisha uMkhize oFundisa iziBalo angene angabingeleli aqale aFundise 👨🏫.. athule kancane "nompumelelo uYagizwa??". Lapho lutho uNompumelelo uzicabangela lamagama amnandi akade eshiwo u"Sanerh".Liphenduke lonke iClass limubuke aYii lutho ukuzwa. Aze aqhwetshwe uSandile ahlala naYe edeskini. "Mpumerh uThisha uYakhulluma 😳". UbuYe masinYa umqondo ukuThii useClassini phela. "NgYaxoLiisa thisha ubukhuluma?😔" useshawa amahloni manje.👨🏫aYii asdlule laphor asiqhubeke.
Send a message to learn more