15/05/2022
Ngilinde ngichaze ntombi
Empeleni lamagama engakuyalela ngawo,
Awusoze waphinde wawezwa
Ukujulwa kwami ngaleli xesha ngikuyalela awusoze waphinde wabona kwenzeka.
Uthando kanye nokuchazeka kusakhona
Kepha sewukuthemb'lokhu engingenakho.
Ngizinikelile kuwe ntombi kodwa kwaba yikho ukuthi ubungekho la ebengikhona,
Ngelinye lama langa ngiyaye ngifise ukuthi ngike ngivakashele imicabango yakho kanye nenhliziyo ngiyozwa ngawami ukuthi icabangani ngami nalokhu ebengikusho.mhlawumbe usazongithanda
Kwaziba?
Uthando ebese ngikulindele ngalo,
Ebantwini abane bangachathazela ngalona kungabikho noyendwa kubo ongakhala
ngothando,engiziduduza ngalo mhlawumbe usazongithanda kwaziba?
>Ngisafufuza mina<
Cheeze