Inkondlo zothando inoveli

Inkondlo zothando inoveli Be fun like bee but coll like a poem

29/05/2021

dfdf

06/04/2021

Mama
Mama wena uyisibani Sam
Hlezi unami empeleni
Uhlezi ungikhanyisela
Uthando lwakho kimi
Liyisibusiso mama noma
Umhlaba usungishayile
Kodwa Uhlezi unam

Mama uma nginawe
Ngizizwa ngikhuselekile
Empeleni uma wangishiya
Emhlabeni angazi ukuthi
Ngiyokhalelaphi ngoba
Inkumbulo I safika ngeyinsuku
Ezimbili angazi ukuthi umhlaba
Uyongibekaphi kodwa
Ngiyobengazi ukuthi ngoko
Moya uzobu hamba nam

Uthando luka mama by "Phila the poet" '

24/03/2021
23/03/2021

Who wants poems😍😘

Send a message to learn more

09/12/2020

Uma uthando lulusha,
Injabulo iningi,
Uthando olusha lufana,
Nokubuya kukajesu
Uma uthando luluhle,
Ubona ngoncomo olude,
Nobuhle obungapheli,

Ubuhle bomuntu omthandayo,
Ubufanisa ne mibalala,
Ekhanya ebusuku nasemini,
Uthando olufanisa,
Nezinkanyezi esankatha,

Yoh ndoni yamanzi,
Anginamagama uma ngikubuka,
Ngivele ngibone I gilosi,
Unqobo ubuhle bakho,
Bumhlophe njenga mafu,
Kwisibhakabhaka,

Uthando lami nawe ngilithatha,
Njenge sipho seyi gilosi,
Into esinayo mina nawe,
Inhle njenge diamond,
Mina nawe ntokazi,
Sizothandani inguna phakade,

Address

Umkomaas

Telephone

+27784146955

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Inkondlo zothando inoveli posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category