Thula ne Sdalwa.

Thula ne Sdalwa. Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Thula ne Sdalwa., Music Chart, Umhlabuyalingana.

30/01/2020

Ngicela ukudlulisa ukxolisa kakhulu kinina nonke bafowethu no Dade esinani kuleli page lika Thula ne Sdalwa,ngibone kakhulu ukubonisa kwenu i-support nothando nje, kodwa ngesimo sokuthi abantu abaningi bazithola bedideka mangabe kumele balandele u- Thula ne Sdalwa on Facebook sibe ke sesihlala phansi nalaba abangaphezu lwami saphetha ngokuthi asenze i-page elizoba Lula kuwona wonke umuntu okuyi page eline gama lami, ngakho syacela ukuba sonke singadinwa siye ngobuningi bethu si Like i-Page (THULANTLENYAMa) bese siya ku twitter () ngyabonga ngabe zakwethu uthixo anigcine nonke nibe nobsuku obuhle, obumnandi

25/04/2019

Ningakhohlwa inyanga yokugqibela leh bese nginipha lomsebenzi bengilokhu nginithembisa wona CD emnandi kakhuuulu

02/04/2019

THULANTLENYAMA :now he's about to finish this 2 tracks and submit them to Risa And Samro after that you'll what you deserve fam

22/02/2019

Morning everyone,ngisacela ukunazisa lokhu ngoMay 2019 album KaThulaNtlenyama izobe igoqwa estudio okuy album engisenze kuyona nabafowethu ngokukhulu okthobeka,Mzet Arsenic's Mzet,Mlungisi Mlungisi Magwaza Mlue Phonetic ngyacela kinina nonke si support siqhube inkonzo yokzehlisa nokthobeka

08/02/2019

THULANTLENYAMA uthi,,kuyinqiniso ukuthi asifani ngokwebala noma kungathiwa sonke singabant abamnyama kodwa ubumnyama bethu abufani ingakho imiqondo yethu ingeke ifane noma Ngabe syazalalana,kudwa sekungathi asazani,ingakho kungelula nokuba sizane kodwa syahlekana syahlebana bese syagxekana,kodwake okubhlungu kakhulu ukuthi sigxeka siphinde sihleke sihlebe labo ekade silindele ukuthi basisize abangasisiza kungeyikho ukuthi abathandi kodwa amandla abanawo wokusiza.Thinake ngoba sibamnyama syehluleka ukuthi asisizakalanga bese sithatha amazwi Avela kubona okungamazwi azosikhulisa baphinde asikhuthaze,kunalokh sibachapha ngenhlamba sibanike udumo ngokubathuka bese bagibela phezulu kwamagama esibabiza ngawo amabi bajhuphuke baye phezulu empumelelweni bese kuba nzima nokuba sibuyele kubo syocela usizo,,ngenxa yokuthi sahluleka ukwamukela,....

Bakwethu ngiphinde nginibingelele.ngyanithanda kakhuuulu and ngizimisele ngkwenza umsebenzi ozonijabulisa nani,because I...
23/01/2019

Bakwethu ngiphinde nginibingelele.ngyanithanda kakhuuulu and ngizimisele ngkwenza umsebenzi ozonijabulisa nani,because I'm nothing without you,and knabant engsebenza nabo kuwona wonke ama tracks ami engifisa ukuthi uNkulunkulu angiphe amandla ngibabonge ngendlela efanele bona,, . With ThulaNtlenyama

Thula ne Sdalwa ThulaNtlenyama The Maestro
22/01/2019

Thula ne Sdalwa
ThulaNtlenyama The Maestro

Ma new track With Genocide (akenikhulumeni)This track is from deep down from the bottom of my heart guys pls get the dow...
26/09/2018

Ma new track With Genocide (akenikhulumeni)
This track is from deep down from the bottom of my heart guys pls get the download

Address

Umhlabuyalingana

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Thula ne Sdalwa. posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category