UMemela

Directions

UMemela Maskandi new musician

" Ey into esizoyidlala e stage wena uzobona".Kusho obhuti bejabulele ukuthi bazo Dlala e stage πŸ€£πŸ˜…πŸ˜…πŸ€πŸΎβ€οΈSiyi Butho Mina na...
01/10/2026

" Ey into esizoyidlala e stage wena uzobona".

Kusho obhuti bejabulele ukuthi bazo Dlala e stage πŸ€£πŸ˜…πŸ˜…πŸ€πŸΎβ€οΈ

Siyi Butho Mina nalezi nsizwa 🀞🏽

E Ferry besibizwe ubhuti UMasinga thina πŸ₯ΊπŸ™ŒπŸΏπŸ™ŒπŸΏπŸ™ŒπŸΏ
28/09/2026

E Ferry besibizwe ubhuti UMasinga thina πŸ₯ΊπŸ™ŒπŸΏπŸ™ŒπŸΏπŸ™ŒπŸΏ

27/09/2026

Wengane zakwethu ngaze ngawu muntu ngenxa yenu πŸ₯ΊπŸ™ŒπŸΏπŸ™ŒπŸΏπŸ™ŒπŸΏ... Angazi ngzothini Mina.

22/09/2026

Singabase Msinga nkosi yami... Simele uMsinga... Simele uZulu wonke thina bakwethu ❀️πŸ₯Ί

Kwaba fake ama order alomfaniswano or abafuna ukufaka ama order nayi I number yami ka WhatsApp ngicela sithintane khona ...
21/09/2026

Kwaba fake ama order alomfaniswano or abafuna ukufaka ama order nayi I number yami ka WhatsApp ngicela sithintane khona ngane zakwethu : +27 79 077 8080

I support yenu ingangezintaba zakwa Zulu πŸ˜₯πŸ™ŒπŸΏπŸ™ŒπŸΏ

Sibizwe e Nkandla enhle ngokuziholela. 26 September Siyeeeza πŸ”₯πŸ”₯πŸ”₯
21/09/2026

Sibizwe e Nkandla enhle ngokuziholela. 26 September Siyeeeza πŸ”₯πŸ”₯πŸ”₯

Nginifisela isonto Elihle ngane zakwethu, abafumisayo bedumise kahle... Ngiyabonga nokuthi nisalokhu nivakashile nje ku ...
20/09/2026

Nginifisela isonto Elihle ngane zakwethu, abafumisayo bedumise kahle... Ngiyabonga nokuthi nisalokhu nivakashile nje ku YouTube. Niqhubeke, kumina kuhle kakhulu ukuqala okunje and worse sesike sahlushwa ilento ya online, ukube ayizange isivimbe ngabe sikude kakhulu no YouTube.

Nayi eyenza kahle kakhulu ku YouTube niyilalele : https://youtu.be/ta2TM0GRqIE?si=Zvtl9UiaK-szDZ13

Masinga Fest isisemnyango. Siyeza e Msinga πŸ”₯πŸ”₯πŸ”₯πŸ”₯πŸ”₯🀝🏾

I Skeem Sami sinzima kakhulu bafana yeeebyaaa!!! πŸ”₯πŸ”₯
14/09/2026

I Skeem Sami sinzima kakhulu bafana yeeebyaaa!!! πŸ”₯πŸ”₯




Listen Properly 😊...Usuku ebesilulindele lolu bafwethu... Leli page lisena 2 months ikhani lizokwenza inyanga yesithathu...
12/09/2026

Listen Properly 😊...

Usuku ebesilulindele lolu bafwethu... Leli page lisena 2 months ikhani lizokwenza inyanga yesithathu kodwa selino 10k followers. Umuntu onganaki akazi lento inkulu kanjan kimina... Nakuba kunje njena nje amandla enu bafwethu πŸ˜’πŸ˜’πŸ™ŒπŸΏπŸ™ŒπŸΏπŸ™ŒπŸΏ... Ngicela ukunazisa iqiniso ngizonenzela ngengoma Nina ningithinta la ngingathintwa khona. Ngumzukulu ka Rama Mina.
I Sabatha Elihle πŸ™ŒπŸΏπŸ™ŒπŸΏ

Address

Johannesburg
Tugela Ferry
3010

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when UMemela posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share

Category