Valinxeba SA

Valinxeba SA for more information 0652597813
(3)

Abanye abantu babusisiwe lapha emnyango. Lensizwa ivela kwi Video ifunza ugogo wayo idanone nokuvela ukuthi ugogo lona u...
13/06/2026

Abanye abantu babusisiwe lapha emnyango. Lensizwa ivela kwi Video ifunza ugogo wayo idanone nokuvela ukuthi ugogo lona usena 108 years ephila. Mangibona umuntu omdala kanjena ngiye ngifise sengathi kungafika ingilozi yakhe kimina izongitshela ukuthi wenzenjani lomuntu omdala empilweni ukuze abusiswe ngezinsuku ezingaka zokuphila phoke kungeke kwenzeke. Asbonge kulensizwa ngothando elunikeza ugogo wayo. Video kuma comments

Yabona mangisuke ngithi ngisuka kude nempilo ngisuke ngingenziyona ikhontenti nabu ubufakazi engibugodlile asivelanga nj...
12/06/2026

Yabona mangisuke ngithi ngisuka kude nempilo ngisuke ngingenziyona ikhontenti nabu ubufakazi engibugodlile asivelanga nje sabalapha esesikhona kuzabalaziwe mnganwami. Ngaze ngakhiyuthi kulesithombe shwem

Kulesthombe ngimi nenkabi yami engasekho emhlabeni edlule ngonyaka odlule 2025 ngengozi yemoto sigijime kakhuluke nayo s...
12/06/2026

Kulesthombe ngimi nenkabi yami engasekho emhlabeni edlule ngonyaka odlule 2025 ngengozi yemoto sigijime kakhuluke nayo sicinga ikusasa leziginci lapha sasikwaMashu siyodlala khona.Umphefumulo wakho Nkonzo Mxhegu Shaka Qwabe uqhubeke uphumule ngokuthula nkabyami.

Akuvele kunyiwe kubekanye Fok.......... code kuma comments. Wena oqalayo ukubona ngiposte ithikithi cha angisiyena umpet...
12/06/2026

Akuvele kunyiwe kubekanye Fok.......... code kuma comments. Wena oqalayo ukubona ngiposte ithikithi cha angisiyena umpetha futhi angikho nswempu mina angidayisi mathikithi ngyazenzela nje nesizama nabo inhlanhla play my ticket at your OWN RISK.

Sasike siziqhathe selusile kuphinde kube buhlungu masezigwazana nakhona mifika inenxeba ekhaya uzoshawa ngoba yayiqhathw...
12/06/2026

Sasike siziqhathe selusile kuphinde kube buhlungu masezigwazana nakhona mifika inenxeba ekhaya uzoshawa ngoba yayiqhathwa abantu abadala kuphela ediphini. Mangabe awukaze ubenethuba lokuqhatha izinkomo awubukele nanku umgwebo kuma comments.

Aycha amabhadi ahlasele
11/06/2026

Aycha amabhadi ahlasele

Njengoba kuculwa iculo lesizwe nisukumile lapho noma ngimile ngedwa ngapha
11/06/2026

Njengoba kuculwa iculo lesizwe nisukumile lapho noma ngimile ngedwa ngapha

Ngelinyilanga ngonishayela ingoma engafunda ngayo ukushaya isiginci esihloko sithi "inquza kaThekwane"
11/06/2026

Ngelinyilanga ngonishayela ingoma engafunda ngayo ukushaya isiginci esihloko sithi "inquza kaThekwane"

Namhlanje ngithena ngihamba ngigudla umgwaqo ngizohlangana nentombazane ebiphethe ingane oyibonayo ukuthi isencane ayika...
11/06/2026

Namhlanje ngithena ngihamba ngigudla umgwaqo ngizohlangana nentombazane ebiphethe ingane oyibonayo ukuthi isencane ayikakahlali nokuhlala, kushukuthike nelanga seliphakeme mbijana uyimbozile losisi uyiphethe ngezandla akayibelethile manje mephambana nezimoto Kuba nomoya odalwa zimoto mazedlula kushukuthi ingane yambuleka and uyambona ukuthi uphethe kabi ngithe mangizohlangana naye sabingelelana wasengicela ukuba ngimembesele ingane yakhe cha nangempela ngimsize ngiyembese abonge aqhubeke nendlela nami ngiqhubeke nendlela angifunanga nokumazi ukuthi ungubani wakwabani.kushukuthi noma ngihamba ngihamba ubuntu ngibonga nje ukungibuka kwakhe angethembe lontombazanyana.Ubukhosi bami kuyobongwa emaZulwini.

11/06/2026

Address

Tongaat
4380

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Valinxeba SA posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Establishment

Send a message to Valinxeba SA:

Share