13/06/2026
Abanye abantu babusisiwe lapha emnyango. Lensizwa ivela kwi Video ifunza ugogo wayo idanone nokuvela ukuthi ugogo lona usena 108 years ephila. Mangibona umuntu omdala kanjena ngiye ngifise sengathi kungafika ingilozi yakhe kimina izongitshela ukuthi wenzenjani lomuntu omdala empilweni ukuze abusiswe ngezinsuku ezingaka zokuphila phoke kungeke kwenzeke. Asbonge kulensizwa ngothando elunikeza ugogo wayo. Video kuma comments