Poetry boi of NND

Poetry boi of NND For the love of poems It inform talent and entertaining people

20/09/2021

Azikhale

20/09/2021

mangiqeda njr ukuyibhala ngakhala...

Sengvele ngbhale ngkhale
Inhliziyo ukuze ilibale idlulise neskhath sihambe
mina angsene Ndaba noma nin noma kuph azikhale

Uthando belukhonr ngzalwe nalo
Bengumuntu nam izifiso ezinhle ngabanye benginazo unembeza nginawo
bengikubon okuhle nalokhu abath akuyisani ndawo kodwr ingqondo Inhliziyo umhlaba abangane abantu konke lokho bahambe nakho

Iskhath sisamile ngoba ngikulemizwer engenza ngvele ngsabe
Ukukhulumr nabantu ngam?? ngoba hheii kunezinto ezibuya zikuxake
Isitha ngath sekuwu muntu owaz imfihlo ukth kanjn angaz kodwr bhekisa izenzo zakhe
Uma eke wazibiza ngomngan wakho kunezinto ezining ezizoshintsha mina akukho engkwaziyo umkhuba we pen nephepha ongenz ngbhale

Ngthe mangiqeda njr ukuyibhala ngavele ngakhala

Sengvele ngbhale ngkhale
Inhliziyo ukuze ilibale idlulise neskhath sihambe
Mina angsena ndaba noma nin noma kuph azikhale...🤟

14/05/2021

Umsebenz omusha ka Poetry boi of NND uzoqala ukubonakal namuhla ebsuku on his page plz tune in fellow fans

Omusha
about time
lam
Mansion

Coming soon

09/05/2018


wola ma gents hwzit bo kay
Ngfun ukukhulum ngo Nongoma by de way
Bath sigeja I pavement we're making ways
Nongoma I kasi lam so here wat I'm going to say

Igomora ne sodoma
Representing u Nongoma
88.3 ngniken I stand ngtshel labantu kulenkundla ngsazoma
Ngfakaz ngezam ezidume nge ngoma
angding u Zodwa with no panty ukuze ngbon ngath it a Zulu riddance
Enyoken kwa nongoma akuna yard but it de best..........
to be continued
By Dbm da mc
Umduh lo kruger

01/11/2017

Bakhuluma kabi ngaye
n Mina ngthandana naye

Sengbasela izitha manje
Ingakho ngkuthanda kanje
Ngyathembisa ngeke ngkulahle
Ngena enhlizwen yam ngkufake
Iring izitha zijabhe
Coz iduty yam ukth ngkuthande
Until de end of de world sife silahlane

Ma bbe wenr Yangchaza
Izitha azibon but ziyangkhuthaza
So ngcela ungkholwe mangith ngyakthanda
Ngthanda muw'suvula nam ngfaka
Phela wenr ungvulela Yonke inhliziyo yakho
Nami ngik'fakela lonke uthando lwakho
Eh I know I should have said dis words to u b4 we broke up but no I didn't n I'm sorry bbe.....

12/07/2017

Guyz I did it at umbele wethu n shout out to everybody bekakhona...number 1 hip hop it waz me...if uzoya evryheid plz comment on dis post....poetry boi of nnd aka dbm da mc

03/04/2017


Sthandwa sam uyikho konke empilwen yam. uthokozisa imizwa yam. ngengqondo nangenhliziyo uthandiwe wen umzimba wam. hlala nam sthandwa sam angsoz ngakuzwis ubuhlungu themba lam

Uthando ulwenza lubone nom beth aluboni. Zonke izithandan ezikhon kodwr othandwen lwethu azibon. Ngimtholil owenhliziyo yam inkinga nje akabon. Kodwr uthando lwam ngaye lubona noma beth alubon.
BY POETRY BOI OF NND.

30/10/2016

INKONDLO ETHI UTHANDO

Sibaningi sikulento si buzy en akekho othatha eazy, sifast en furious ingakho spheth uthando olu deazy en ukukhala akusizi ngoba ama break up are de part of de procedure

sifakan' eyinhlizwen, emafeni si mover on de Island, phel uthando ol'dlal iband n let u enjoy on de stand, aksoze kwaba ne straight othandwen if kusekhona ama bend.....

TO BE CONTINUE....

07/08/2016

Hei Im still in dis sh*t....gud news fans, on ma race Im riding alone so no metter if I take a break in de middle of ma race coz no one wuld be above me......."speak of de devil" Im so tired by now, let me walk slowly en wit ur click "like" section, I'll press de accenarator on ma automatic en finish so soon unexpectately.......... :(

17/05/2016

Hei fans....my page iz Quetly bcos of u....plz krugers en ladies just shout out if u miss some Good Poems or Advice as well as Motivation so dat de page culd be active ol de tym.....

Address

Pongola

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Poetry boi of NND posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Establishment

Send a message to Poetry boi of NND:

Share