23/02/2024
Indaba
Sihloko: umlilo ongapheli
Part 1
(Ekhaya kaDlamini ekuseni ubaba wekhaya ukungu Jackson ulungisele kuya esebenzini nowakakhe Goodness Ndlovu kaDlamini )
Goodness :baba ngicela sihambe ngemoto yinye namuhla kunondaba engifuna siludingide ..
Dlamini : kodwa maNdlovu ubungahlala ungakhulumi ngalo ubusuku bonke ufuna kungibambele ngeplan wen namuhla ..
Goodness: Cha ..cha Nkosi beku ngeke kulunge ebusuku phela wen namuhla ulibhubesi ubusho kungiqenda (usho uyamoyizela injabulo igcwele amehlo)
Dlamini: (ngomoya phansi) qenda phela nawe sizo hamba sthandwa nginohlangano naBoard members manje ekuseni.
Goodness: sengiqendile Nkosi ngicabanga ukuth sesiyo order breakfast kaMcdonald
Ngoba vele nam I might have back to back meetings namuhla...ngeke ngikhone kukwenzela breakfast Kanti noAnti uthe uzoqala esibhendlela namuhla .
Dlamini: izingane zona zizohamba noban kuya esikolweni
Goodness: (thatha isikhiya semoto yoMyeni wakhe) ngicela uSakhizwe Kuba abamikise ..asambe baba (usho phela uyamlungisa uMyeni wakhe)
(Bavele lise ezinganeni baphume bangene Garaji lakhona izomoto zabo )
Please do follow me MBK the poet