28/01/2024
😭Kubuhlungu 😭
Kubuhlungu 😭 Uku shiwa
Umzali omthanday izolo
besijabula namuhla siyakhal
😭😭Ngizonikhubhul nobabili
Nina enangi zalayo😭
Bathi kuzala ukuzelula amathambo😭
Senizowalula kanjani manj lawo
Mathambo ningasekho♥️😭
MAMA nawe BABA nisishiy singenalutho
Sibongu thando ♥️♥️me mfudumalo
enisiphe khona nisaphil😭😭sengi
Thandazela ukuthi nilale ngoku thula 😭😭
Bodade bethu ngiyaz Kubuhlungu😭♥️
Ningabenisa khala manj okwenzakele sekwenzakele ngeke😭♥️kusashintsha
Kuyomele sihlale ethembeni 🙏✍️
Ngathi 😭🙏GOGO sikhanyi sele kumnyama
Ngathi imbilo yaqale yasi thathela abazali
Salala ngenxeba nomakubuhlungu
Sathula🤫ngoba akukho esasizo kusho😭😭
✍️🙏 QOLA THE POET
Kubuhlungu 😭 part 1