It'z meaw n my stories

It'z meaw n my stories Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from It'z meaw n my stories, Performance Art, Pongola.

24/02/2023

Hello⚘️❤️

27/03/2022

Hellowz🙋❤️🌹

09/12/2021

Isiqephu B

Uthando lwabo

Sekuzooqal ukubhalwa kwama exams okuphela konyaka futh njr ngenxa yendawo engekho yokubhalela emlomokazul high school amabanga angaphansi kukamatikula wona azoqal kuqal ukubhal ukuze phela bazokwaz ukudedela umatikuletshen ukuba abhale kahle ngaphandle komsindo futh ngaphandle kokuth indawo incane. Lokh ker kuchaza ukuth isikhathi somjolo kulaba ababili sesincane kakhul ngob kumele banake kakhulu izincwadi mnj.yebo akukho lula kodwa kubalulekile ngakho bobabili bakhathazekile ngalento babone kuncono bakhulume ngay babonisane ukuze kuphume isixazululo.ngakho uLindelwa acele uThobani ukuth ucela ukub naye uma kuphuma isikole kukhon afun bakuxoxe.

Ngokuphuma kwesikole ker uThobani aphelezele intombi yakhe ukuze phela bakwaz ukuxoxa ngalokh afun ukukusho uLindelwa. Besahamba ayiqale indaba uLindelwa.

"Bbe "
"Yebo hun"
"Uyaz moc ukuth sewazoqal ma exam okuphela konyaka?"
"Yebo ngyaz bb futh ave kubalulek kanjn ukuth uwaphase bb"
"Hau kant wen akubalulekil yin kuwe bb🙄"
"Kubalulekil kdwa min umoy wam ungajabul uma umkami engaphasa kahle for our future 😋".
" aww kunjalo kant😍😍"?
"Yebo kunjalo"
"Aww cha nm ngingajabul uma nawe unga excell njr bb ,n futh yikho kanye bengfun sikhulum ngakh bb"
"Ngyakuzwa cthandwa samii kodwa inking angaz ukuth yin ekumel siyikhulum laa bb ngob uma ufun ukuphasa uyadadisha njr ebese uphendula okubuziwe".

" ngyaz bb futh lokh akukho nzima kodwa inking ukuth isikhath samii nawe angek sisab khon lv"

"Knjn mnj bb ngob phela ufunda ekhay kini naseklasin during lessons n ngelunch kee sesikhathi sethu"

"Ngykuzwa bb futh ngyaz kdwa inking uma ngik ngakubon angkwaz ukufocuss somewhere else coz ngykthanda n khanda lam hleze kuduma wena Msholozi wamii😍"

Ahlek kancane uThobani kodw abuy ashintshe ubuso ngenxa yalokh akuzway. Ebese ephendula ngomoy ophans,"mnj ubon ukuth senze kanjn pho bb"

Ayy nangempela uLindelwa abeke umbono wakhe selokh bephikisana bagcine bavumelane ngokuth banikana ispace kuze uuLindelwa aqe

20/11/2021

Kusasa iyaqhubek♥️

15/11/2021

Avele uLindelwa ambuke emehlweni athi,"nami ngiyaxolisa ngendlela engiziphathe ngayo ukuthi engine stress."adonse umoya abuye aqhubeke,"bbe wena ufunda umatric n unyaka wakh wokugcina lona use high school ngonyaka ezayo uyobona abanye abahle abafaka ma_ make up n mina ngapha ngyakthanda kakhulu angiybon njr impilo encono ngaphandle kwakh nawe futh mnj ungphatha kahle kakhulu kanti ngonyaka ozay uyob uphatha kahle abanye abantu.. Thobani Khumalo ngyakthanda mina n futh angfisi ukukuluza noma sekunjani cthandwa samii". Avele ambheke ngamehlo agcwele izinyembezi.

UThobani abheke phansi isikhathi eside kanti naye useyakhala avuke athi Lindelwa cthandwa samii akekho oyothatha indawo yakh kimi noma ngab sekunjani nah namii ngykthanda futhi angfuni ukukuluza bb lamii khululek wena angeke ngibabheke min abanye uthando lwamii nguwe themba lamii" bavele babambane baqabulane bahleke kube mnandi. Ivesan ikhale insimbi abuyele eklasin uThobani💝

15/11/2021

IYAQHUBEKA

Sekuyilunch already n izingane zonke seziye ukuyokudla. Emva kwesikhashana nje ilunch ishayile uThobani aphume egumbini lakhe lokufundela alibangise lph kufunda khona uLindelwa amfice ahleli phezul edeskin lesikole, abukeka adumele kakhul. Lapho yen uqhamuka ujabulil kdwa ngokufik lpha naye adumale abese ebuza isithandwa sakhe,"mamakhe wabukeka udumele njr yin inkinga😧?" Lapho uLindelwa avele nje abihlike zehle ngezihlathi izinyembezi. Kumphathe kabii kakhulu lokho uThobani ngakho amsule kancane kancane phela akaz wambona anjena ngaphambilini. Aphinde ambuze ukuth ngabe likhon yin iphutha alenzile kodwa uLindelwa avele aphenduke inkukhu inqunywe umlomo nje.

Ay kubi ke lokh ngob nensimbi isizokhala kodwa laba Bantu ababili lokhu abadlile. Ngokubuka kukaThobani avele abone kuncono ukuthi amshayise ngomoya Abe ayothenga abangakudla. Ngaphambi kokuba ahambe ambuze ukuth amuphatheleni kodwa uLindelwa avele aninikine ikhanda athi yena uryt akafuni lutho nje.

Ayy aphume uThobani aye amakethe yesikole afike athenge ikota netin le dragon energy drink for intombi yakhe ngob yen uyabona ukuth angeke kungene kuye ukudla noma angathi uyakuthenga uyobe umosha nje imali mahhala njr.

Aphindele eklasin loLindelwa amfice selokhu ahleli lph amshiye khon. Afike athi,"cthandwa samii ngikuphatheli nayi ikota nodrink uzodla uma usu ryt". Avele aphakamise amehlo uLindelwa athi kuye,"ngithe angifuni lutho Thobani kanti awuzwanga yin? Wena amadlebe awasekho yin lakuwe? Yey mfethu awume kancane yazi😧. Asho ehla ema ngezinyawo athi uzama ukuphuma kodwa noThobani asebenzise amandla athi,"awkahle cc wabantu awukwaz nje ukungishiy ngimile laa kodwa ngingaz nokuth inkinga ikephi. Awhlal lapha phansi wena sikhulume kant sozilungisa kanjani izinkinga zethu uma wena wenza kanjena". Aphelelwe ngamaqhinga uLindelwa avele abuke le ecelen maqede ahlale phansii. Ehlise umoya uThobani abuye axolise futhi kuLindelwa,"bbe ngiyaxolisa ukukuthethisa bengaqondile ukuthi njr nawe uyangstresser

12/11/2021

Uthando lwabo

Sahluko 1 isiqephu A

this is a nove guys🦋❤️ plz follow n support Nßikii ẞbøéßh dah writer🙏🔥

"Ulalekahl cthandwa samii sokhulum kusasa uhlal wazii ukuth ngykthanda mina yezwa" Kush uThobani esho kumuntu wakhe uLindelwa."nawe ulalekahl hun ngykthanda nmii Mntungwa wamii",sekusho uLindelwa ngawokuvalelisa.

Nembala balale njengob besebavalelisanile.kuse ekuseni lokwa ngovivi bavuke balungiselele ukuya eskolen phela laba bafunda esikolweni esisodwa e Mlomokazuku high school. UThobani yena ufunda umatikuleteheni kanti uLindelwa yena wenza ibanga lesishiyagalolunye nir kuphela naye kdwa useyabona phambili.

Bafike esikolweni insimbi yokungena kwesikole ingakashayi ngako njengoba selokhu bagcina ukubonana ngethemu edlule njr bajaha ukuyobonana.nangempela uThobani washo etheleka egumbini likaLindelwa lokufundela uthe nje angamubona uLindelwa wamemeza ngezwi lenjabulo washo egijima eyomu haga nge hug eqinile ende maqede baqabulana kancane phambi kwabafundi abaningi bebukela nje.

Phela oLindelwa noThobani besekuyi couple eyaziwayo kakhulu lapha eskolweni ngisho nothisha besebayazi futhi besebakhuluma baze bayeka. Okuhle ngale couple ukuth bahlezi begqugquzelana ukuba bafunde ukuze babe nelikusasa eliqhakazile. Yebo abantu bebangakuboni lokho kepha bona bayakwazi. Abantu bebehlezi bekhuluma bethi laba bafakana intando kanti lutho nje uthando lweqiniso.

Sebeqedile ukuqabulan bahlala phansi bebambene izandla base bayaxoxa. "Bbe lamii bengikukukhumbule min kakhulu futhi beseze ngicabanga nokufik ekhay kini njr min☺️" kusho uThobani ngezwi eliphansi nelipholile. "Namii muntu wamii bengikukhumbule kakuulu😩 kdwa ayikho into bengingayenza ngob nawe uhlal ekudeni kakhulu"sekuphendula uLindelwa. Vele baxoxe kuze kushaye insimbi yokuya emthandazweni. Shuthi uma isikhalil insimbi bavalelisane ngokiss bathembisane ukubonan ngesikhathi selunch❤️🔥

Send a message to learn more

12/11/2021

Uhm my name Nsikii Nzima I wanna show my talent through this page❤️🦋 plz support everyone 🔥🙏

Address

Pongola

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when It'z meaw n my stories posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share