Imbongi Yothando

Imbongi Yothando IMBONGI YOTHANDO AKA Phumlani Mkhize from Molweni

i am a poet of love, i Wright poems and i perfome, you van hire me on this nimber 0607124052, i perfom at Weddings, partys, stadiums , valentines évents, Miss and Mr modèles events, fashion shows, hip hop shows and am dedicated to m'y poems

Umuntu wakho unomuntu wakhe eceleni!!Awu kodwa Nkosi yozothando ngabe ngoneni,Ngoba bekumnandi sisaqala ungqaqa ungqhaqh...
11/04/2026

Umuntu wakho unomuntu wakhe eceleni!!

Awu kodwa Nkosi yozothando ngabe ngoneni,
Ngoba bekumnandi sisaqala ungqaqa ungqhaqhazelisa,
Ngihehe fffuvela ukuklangezelela,
Ngze ngingalali uzulazula emcabangweni wami,

Ungthengele ibhanoyi lakumakhale ukhukhwini, waqala umkhukhu wami wawbukela phansi,
Angithi usuthole indawo kwenye indawo,
bengi yini u Tallgate noma I drive through

Uk'hamba kwemnyaka emjolweni ungashadile ukphela kothando.
Mawuthi uyangthanda yini inhloso, uhloseni ngami siyaphi naloluthando?,
Ngoba inhloso ebalulekile okdlula uthando..

19/10/2025

_*Mkhize*_💗

Gcwabe
Khabazela
KaMavovo kaZihlandla
Gubhela
Mumbo omhlophe
Wena waseMbo
Wena okhanya amasi esiswini
Singela
Nhlama eyaphelel etsheni
Ngunezi
Mumbo ombulazi
Sibi side esimaphandla esaphandla abeNguni bavungama
Sibi side esimajembelezane
Nina beNgwazi mabhudle
Eth isabhudle yabuye yaphind yabhudla
Malala amahle
Nina enalala nomunwe
Navuka nakhwifilanga
Nzalo ka sambela
Nina Baka Sdaphudaphu ngokubadaphunela

You gave love to me when I was least expecting it..With You, life was promising and guaranteed.I have never been so sure...
19/09/2025

You gave love to me when I was least expecting it..
With You, life was promising and guaranteed.
I have never been so sure about relationships in my life,
But you make me realize that love still exists

And you came and showed me true love ❤️,
It's was a revelation of my heart destination.
My heart doesn't want to let go 💔 of you.
I am destined ✨️ to love you 😍.

To be with you in my life ♥️,
You made my dream come true,
You saw the best in me,
You stood by me when i was weak,
My world🌏 became a better place because I was loved by you.

Every time when I looked in your eyes, I would see fireworks😍, and during that moment, i knew that I was loved and blessed as twice.
My love for you is still burning deep inside my lungs 🫁.

It breaks my heart to hear you saying goodbye..

You will always have a place in my heart.
I wish we could spend one more quality time together.
And share the memories we made together ❤️.
Let's me feel you in my arms again,
Please don't turn away from me 🥺.

18/09/2025

Angazi noma ngiyisdomu sothando,
kodwa Umqondo uyabona,
ukuthi uthando alusekho,
kodwa inhliziyo ayivumi ukwamukela iqiniso 😟linjengoba linjalo,
ukube bekuya ngokwami bengzoknika yona lenhliziyo ihlale kuwe

18/09/2025

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Esona Ntuthuko Machi, Liya Sakha, Bles Nhlanhlorh Nhlanhla

12/09/2025

I respect the power of love , kunokwenzeka ubesothandweni kodwa abanye abantu uthando lwenu balubone njengento eyamahliphihliphi (ngoba phela sinama judge eympilo zethu ukuthi ngthandana nobani aksondaba yakho leyo kodwa asikho lapho) .
Ngoba into yabantu abathandayo angeke wayngena baxabana okweskhashana ubabone sebexolelene futhi lapho kade usungene ntshiii kwingxhabano yabo waze wathatha isayidi, lapho sewsele wedwa klengxhabano sebekubuka njengeslima hawu ayi kunzima ukungena indaba yabantu ababili. Noma kade kukubi kanjani zyaxolelana lezinto ziphinde zibuyelane 🙌

13/08/2025

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Aya St Ndala, Sboniso Patrick, MhlenGiie Ow Salute

12/08/2025

Ngiloba Lenkondlo Izinyembezi Zyayiqathakela

Impilo yam aysefani
Umzimba wam untekenteke,
Ngibona lufifi ngathi ngiphila kakade,
Sengaphenduka ugcekeni,
inkukhu elala escongweni,
Hleze isitha sayo singayzuma kwelobthongo.
Kanti nase mini akukho ukphepha, Makukhuzwa uhheshe ngyazfihla.

Umsindo wokcikoza kwezinyoni,
Ungenza ngfise amaphiko ngindizele kude,
Ngyokwakha isdleke sami emthini imide ngasogwini lwentshona langa,
Hleze ukthuthumela nokwesaba kwam kungaba umlando, ngiloba lenkondlo

Mangvula amaphiko nginyuka njalo ngbheke phezulu,
ngathi sengyabona ngihlangana nemibhalo engcwele emafwini,
Hleze ngenze isphihli sengozi ezulwini ngishayisane nomdala wesinsuku,
Awise iybusiso zami ziwele eskhwameni Sam ngibe nentokozo engapheli enhlizweni.

Amabhongo nama wundlu,
Angamele impilo yami nabangizingelayo,
Bawile ngemicibisholo nangemkhonto yabo,
Indodana yomuntu iphunyukile ogibeni labo,
Amanethe angasesithi abhobokile,
Umgodi obebewumbele indodana yomuntu kuphoseka abanikazi bobenzi bokubi.

Izinyembezi ziphenduke ezenjabulo....

16/07/2025

Kunokwenzeka ube sothandweni nomuntu ongasabi ukulahlekelwa uwena, indlela yothando inzima my lovers ♥️

Nisekhona?
12/07/2025

Nisekhona?

Address

USIKHWAMA Road MADIMENI AREA
Pinetown

Opening Hours

Friday 09:00 - 17:00
Saturday 09:00 - 17:00
Sunday 09:00 - 17:00

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Imbongi Yothando posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Establishment

Send a message to Imbongi Yothando:

Share

//iconSize: [32, 32], //html: '' }) .bindTooltip(name, { //permanent: true, direction: 'bottom', //offset: L.point(12, 25), //opacity: 0.88, interactive: true }) .bindPopup(name); markersLayer.addLayer(marker); } function getMore() { if (gettingMore) { return; } gettingMore = true; var center = map.getCenter(); $.ajax({ url: "/vicinitysearch", data: { lat: center.lat, lng: center.lng, country: "SOUTH AFRICA" } }) .done(function(data) { var added = 0; data.forEach(function(loc) { if (!locationIds.includes(loc.id)) { var mapLoc = {id:loc.id,lat:loc.latitude,lng:loc.longitude,title:trunc20(loc.name),popupHtml:loc.popupHtml,urlPath:loc.urlPath,pictureUrl:loc.pictureUrl}; locations.push(mapLoc); locationIds.push(loc.id); map._addMarker(mapLoc); added++; } }); }) .always(function() { gettingMore = false; }); } map._clearMarkers = function() { markersLayer.clearLayers(); } }); }, 4000); });