18/06/2026
Okukhona ngokungekho
P2
Ngifike eroomini ngilale ngize ngivukevsengivuswa ibona ukuthit angigeze kuyagodukwa namhlanje ngivuke ngigeze ngigqoke sihambe sibuyela endlini kasisi wami ngibhoreke ngiziyrle etown Justice ungiphile phele mali ngivele ngihlangane no Langelihle uLangelihle kwakungakacaci senzani into eyayishaya distance ngangifuna kude ngine sure ukuthi naye wesa busy nabanye sihlanabnje uSeptenber ngoDecenber ngiyabuya sixoxe nje kubemandi aike asibangebsisayeka ukukhuluma lapho vele ngiyazi ukuthi December ngiyabuya for good. Siqhubeke izinsuku ke ngitshele uJustice ukuthi ngiyazibkonke abakwenzile mina naye asiqhubeke njengabangani le yokujola ngeke salunga ngempela futhi senginomuntu ngibonge nje ngalolonke usizo abenginika Lona. Kube ngathi uyezwa ngibuyele ke eThekwini ngize ngigcine ngihlala ke no Langelihle abangani behlezi bebona iphutha kulLangelihle bethi u-uptight nje akangifanele ngisamncane Kabi ngisho ngenhliziyo fanele phela Lo akaniphuzisi anibhebhe.
Kanti uSlindile no Justin bayakhuluma kube langa linye nje sikhuluma no Slindile athi ubone Justin wathi anginike number yakhe cela ngimfonele kuyaphuthuma ai ngiyizibe leyo liphele isonto engibelesela ukuthi ethi plus siyoshisa inyama uthe awuzi ngobanungenayo mali Justin bezokunika ngiyizibe futhi.
K*the kudala ngibone ngobwhatsapp wenumber engayazi athi hei this is Justin mfethu ngit oh hi athi Kade ngimlindile your text lutho sengoze ngathi angizfunele number Kube imina okhulumayo nawe ngithule athi I heard uyalotsholwa soon congrats mfethu you deserve ukubabumfazi womuntu ngithi ngiyabonga hlampe ungangakwazi lokhu I have so much respect for you uyimbokodo mawuphuma utshwala usuke uzijabulisa abukulahlibismilo ngiyakujabulela mfethu as much as it's painful ngob I love you I know you don't believe me but I really do ungibonise elinye side lempilo there is no girl has ever challenged me and win before but wena aibsis ngiyakuvuma. Ngithi awu Wena namantombazane nasebhoksini komele ufakelwe in amantombaza eboksini. Ahleke athi aike oyishayile akakayosi oseyosile akakayidli oseyidlile udle icala. Sikhume nje kungabikho lutho sizihlekele .
Sidlule izinsuku siyakhuluma nje athi ucela ukungibona nje just for closure sure than uzophika kmina angalokhe engizwisa inhliziyo ebuhlungu ngit mina sobabili kphela athi sihlangane sonke no Slindile ei awungithembi sihleke. Ngikhuluma noSlindile athi okay sohlanganani etown ngit okay.
Ngitshele uLangelihle ngisayohlangana no Slindile athi okay mase sengisendele I athi Slindile sephuthuma kwenye indawo akazuba khona ukuya etown is a walking distance nje ai ngine ngikhuluma no Justin ngit ai nangu engasezi uSlindile shut asiplaneni olunye usuku athi cha ngiye zokuthatha useshonmanje kungenkani mina ngimise ama meeting Ami ukuthi ngifuna ukumbona Wena usaqhuba kungenza islima emvakwemnyaka emngaka ngispenda Mali yami Kwena sekuba khona umuntu ozokuthatha kanjalo ngisendleleni angeke yenzeke leyonto ngibone aibo kuyashuba manje ngifonele uLangelihle ngithi cela angihlangabeze yangempela eze ngibhalele uSlindile ukuthi mina ngithena ke kuLangelihle ngizohlangana nawe.
Bese ngimfonele ngimtshele ukuthi wangishintshela umuntu athinhlampe ubedakiwe aibo wenzani manje ehlanya.
Ngelinye langa afike uSlindile ezongivakashela sizosuka siyendlini yakhe athi asifonele Justin asihambise athi mfonele Wena ngamuwhatsappa sihambe ayosishiya endlini angenzi drama futhi sifike siphuze kufike Bongani ke kuphuzwe Kube mnandi.
Ngakusasa ngibuyele endlini kuLangelihle Kanti ngelinye ilangala ngixabene no Slindile abuyise fone yami adelelete wonke ama msg akhe kusale conversation Yami naye kuphela angene kuyona Langelihle akthole ndaba ka Justin kwabe kusuka kwesidumo saxabana wathi kwalowo malobolo awasekho saqala sesijola into engacacole engenakuthula nje Kodwa sisahlala sobabili efonin yakhe sekugcwele amantombazane engasabginaki nje wabuyela a nentombi yakhe ai lapho wengafuni nokungibona ngikhala imini nobusuku ngamilwa acne ebusweni kungathi izilonda nginyanyeka ngingabhekeki yena waye supportive bandla financial engisa kudokotela akukho la wayengangihambisi khona makuthiwa Kuno sizo Kodwa emotionally he was not there bandla wayezinakele intombi yakhe kuyigama ukuthi ngihlala naye.
Kunelanga okwakuduma ngifa nayizinhlungu ngiphethwe ikhanda ubsukuku bonke lento esebusweni ichicha amanzi ngikhala ubsuku bonke Kodwa nje webgenandaba Lele ebhekeble uzikhulumela nentombi yakhe emane ehleka. Ekseni wavula wabuza intombi yakhe ukuthi ilale kanjeni kulelizulu ebeliduma ebsuku iphephile Kodwa mina wanginika nje wazihambela wayosebenza ngasala ngikhala. Sengiphila impilo yokungazithembi ngisaba ngisho ukuphumela emnyango kwayakwaya ngabancono Kodwa njevwenangifuni ngaqala sengizijwayeza ukuya eMall nganginomzwangedwa ngifisa nam uku vuka ngo good morning ukuzwa amagama athi ngiyakuthanda okwakungibilala ukumbona conversation yakhe nentombi yakhe eyibiza Thembalami lapho mina nje akaze nginikwe igama ngangilokhe ngicabanga kuthi shuthi ai ngoba engithanda wayekhethe mina ngoba efuna umuntu azokwazi kumlawula.
Ngaqala ngaphuza strong inumber Yami ngangikhipha engathi ngiyahlanya ngoba nje ngifuna ukuba nama status views nabafana abazolokhe bengincoma bengihalela ngizwe nami ngumuntu wesfazane ngangithi mangimchazela uLangelihle ngithi ngiyakuthanda futhi uyanginakekela but I am also a human like those girls you dating nami I want to feel loved those complements, goodnight and good morning messages nami ngikuthanda nami ngiyayidinga attention yakho athi ngoba uyabona mina angikuniki lezinto ozifunayo hamba phela uye kulabonabazo kunaka. Yeyi kubuhlungu watching someone you love love someone else mawuthi uyabuka Lo someone else akanandaba kwanaye uyena olandela ngemumva. Ngaqala flirting nabafana engangikuqikelela ukuthi ngingalalali nabo ngigcina ngokubahalisela because I believed kwadliwa ikhekhe the party is over. Ngabekezela kulobobuhlungu bese engibamba kuthi kunabafana engikhuluma nabo uyolwa Kube engathi uyanginika kulezo zinsuku ngibayeke aphinde aqale phansi futhi anganginiki ewukuntu onganendaba nami nje olindebkuthi ngihambe empilweni yakhe.
Ngayiphila leyompilo ngaze ngajwayela sengiphuza ngize ngithi ematshwaleni ngiyakhohlwa nokuthi angithandwa nakahle