Maskandi Music

Maskandi Music Promoting maskandi music is our responsibility.

Kuzophuma umusic video we Inkosi Yamagcokama SA. ingoma ethi Akuhlukaneki namhlanje kusihlwa ngo 7.
15/02/2023

Kuzophuma umusic video we Inkosi Yamagcokama SA. ingoma ethi Akuhlukaneki namhlanje kusihlwa ngo 7.

14/02/2023

46k followers abangithandela ukuthi nje ngibhala ngama artists acula uMasikandi.
Ngiyabonga kakhulu kunina nonke 💕

14/02/2023

Mention your favorite couple 💑
💕

14/02/2023

Amasoka Amahle SA
Uqhatha Njengenja
Live performance 🔥🔥🔥

14/02/2023

Tag or mention your partner.
Love is a beautiful thing, let's celebrate together.

Amasoka Amahle SA - Ngiyakuthanda 💕💕

14/02/2023

UHappy Valentine awuze no capitec okungenani.
❤️

14/02/2023

❤️

13/02/2023

Happy valentines day! Uthando lwenu lukhule uNkulunkulu aniphe injabulo nempumelelo.
💐💕

13/02/2023

Ngibeka u Khuzani KING Ndlamlenze Mpungose phambi kwazo zonke izimo zomhlaba kamasikandi. Lomfana usewu nkulunkulu kaMasikandi uma kunje, kade ngibuka ama video la kuTiktok akukho hlanga noma uhlobo lomuntu ongayiculi ingoma yakhe ngisho ama China imbala ai ziyakhala.

Sengifela ukuthi u Mavela Ithwalanzima ushaya ushuni kaMgqumeni, ai no bafwethu asimeleni iqiniso uma umfana edlale kahl...
13/02/2023

Sengifela ukuthi u Mavela Ithwalanzima ushaya ushuni kaMgqumeni, ai no bafwethu asimeleni iqiniso uma umfana edlale kahle sivume nje singalokhu siphika noma into isobala.

Provided to YouTube by IIP-DDSUMALO WAMI · UMAVELAINTEMBI℗ 2023 UMAVELAReleased on: 2023-02-03Music Publisher: Copyright ControlComposer, Lyricist: Mavela M...

Banonya abanye abantu besimame futhi bangababulali uqobo lwabo. Ungababuka nje bebhekephansi unembeza abanawo.Mavela Ith...
13/02/2023

Banonya abanye abantu besimame futhi bangababulali uqobo lwabo.
Ungababuka nje bebhekephansi unembeza abanawo.

Mavela Ithwalanzima
✍️🎶🔥🔥🔥

Provided to YouTube by IIP-DDSUMALO WAMI · UMAVELAINTEMBI℗ 2023 UMAVELAReleased on: 2023-02-03Music Publisher: Copyright ControlComposer, Lyricist: Mavela M...

Address

KwaZulu Natal
Pietermaritzburg
3201

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Maskandi Music posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share