Mthandeni Mabizela

Mthandeni Mabizela BOOKABLE AS A POET & MC. [email protected]/[email protected]
0768022256
(1)

14/11/2023

Hallo sela ndini,
Mgulukud wentombazane,
Ehlome ngobuhle bayo yazi wen izolo,
Ungikhutheze lonk uthando lwami Ngalobubuhle bakho eskhwamen semizwa Ngasala ngingenalutho,

Kahle kahle wena ufanelwe udilika jele,
Ngoba lob Buhle bakho buyiskhali Esngawbhubhisa siwqed umhlaba,
Buyibhom el'ngaqhuma k'chithek imshado Kukhal amadod eth ngath sasheshe saganwa,
Ngoba siyingozi kancon isbhamu kunabo Ngoba bona buvele bsabise namasotsh omzimb abeke phans izbham eth le aynga ngathi,
Kubhajw amagam esfubeni ngithi Ngyakhuluma ngohambanis amagama Ngbanjw amalimu....

13/11/2023

✍🏿AKAZE NGICABANGE✍🏿

Skhule sidla ndawonye omuny um esesuthi sidlelana,
Namuhla asisadlelani asngenelani kodw Umona syadlelana
Izinto zaqal ukonakala ngokuthi abanye baphumelele,
Abanye basale belele,
Abanye bacebile kodw abafun ukbon Abanye beceba,

Ngoba bajab'lel uk'babona beguqe phamb kwabo becela,
Namuhla idlozi selithethwa womncane Ngob enemali,
Bath imal iyakhuluma kakadeni elemphofan alizwakali,
Umon usuk uswen uy eznhlizwen isal igay izbozi,
Ngoba abanye uma bephuma beyozam impilo,
Abanye basala befunga beboph amafindo...

Ngeke uziphathele uzinandiselw emcimbini wakho, yilaphoke udinga mina khona ngibize ngifike ngenze njalo.
13/11/2023

Ngeke uziphathele uzinandiselw emcimbini wakho, yilaphoke udinga mina khona ngibize ngifike ngenze njalo.

30/09/2023

Sabela Sthandwa
Please enjoy

30/09/2023

I'm available for ama Features kuwona wonke umculo.

[email protected]
0768022256

18/09/2023

Naw UMkhuleko Wamanje.
ngyazi nawe kukhona okuthandazelayo.

17/09/2023

To everyone one who have just followed this page I just wanna say thank you guys.... Stay tuned I'll give you good poetry.

14/09/2023


KuneMont Entshontsh Abantwana

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard!Nontokozo Caluza, Ngulube Malinga, Malinda Mzolo
30/08/2023

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard!

Nontokozo Caluza, Ngulube Malinga, Malinda Mzolo

Bantu BaseNquthu.Ngicela sidibane eSandlwana ngomhla Ka 19 sizothokozela ubuciko.
12/08/2023

Bantu BaseNquthu.
Ngicela sidibane eSandlwana ngomhla Ka 19 sizothokozela ubuciko.

Address

Nqutu

Telephone

+27768022256

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mthandeni Mabizela posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Establishment

Send a message to Mthandeni Mabizela:

Share

Category