Usonkondlo Wezulu Poetry

Usonkondlo Wezulu Poetry Poet/MC in all events

For Bookings
[email protected]
0768022256

Futh Amaxhosa Nkosiyami
30/05/2024

Futh Amaxhosa Nkosiyami

27/01/2024

✍🏿✍🏿KULONYAKA✍🏿✍🏿

Ngfun ukvuk ekweni eng'kuwe ngonyak ofile ngfun uk'cosha zonk izncezu,
Zempilo yami ngiy'hlanganise kabusha ngib umunt omusha,
Ngob ngsaphila shuthi ngisenethuba,
ngakhoke ngfun ukul'sebenzisa ngendlela ngingasengel phansi nginethunga,
Ngakhoke Nkosi ngyakcela kulonyaka ungisimamise,
Entabeni elidud ungimise,
Imzamo yami ingapheleli emoyeni nje ngentuthu kodw ing'philise,
Ngoba silwa nabantu es'ngaz sabona ngani kulaboke nkosi ngiqhelise....

22/12/2023

✍🏿Sabela Sthandwa✍🏿

22/12/2023

Nayi iMic🎤

Yiliphi leliphutha olenze ku2023 ongeke usalenza ku2024?

21/12/2023

Igama lakhe u Siyabonga Imbongi Mpungose Page
One of Mzansi Number Poet...

✍🏿Kuningi Kuningi✍🏿

21/12/2023

✍🏿Uma Sewumtholile Mubambe✍🏿

Abanye sebegileke kakhulu othandweni baze Badukelwa yincazelo yothando,
Ngakhoke kuwumsebenzi wakho ndoda ukumkhombisa luyini uthando,
Aluksikhoke kakhulu esik'khulumayo kodwa Ngesikwenzayo ngoba esikwenzayo,

Kuhamb ibang elide kunesik'khulumayo indod Ayandi ngomlomo,
Mnikez uthando neskhath sakho umenz akholwe Enhlizweni yakho nguye nguye akekho omunye Laphoke uzobona,
Ukuthi aksibo bonke abathandwa ngemali Nob'khazikhazi kwabanye uthando luyikho konke....

20/12/2023

Lokhu etheleke njalo amalikes namafollowings kuleli page.... Thank you keep them coming.

19/12/2023

Nkosi,
Lonyaka ube nezningi kakhulu iznqinamba uma Usazosgcina,
Siphinde futhi siwbone nonyaka ozayo ubothambis Isandla ngoba lempilo izoskhiph imphefmulo,
Kuphamban esikfisayo nesik'khonayo sfis okunye Amandl aphelele kokunye,

Sjikelwe nayizim emakhaya kuqala besingantwan Abavuka sekunesinkw etafuleni,
Kulemnyaka skhulile yith okmele sbeke isinkw Etafuleni impil iyasphikisa,
Sesfunde nokphila ngesinakho uma samkel ukuth Esikfisayo ngeke sfinyelele kukho,
Kanti ibiyin inhloso yokusleth emhlabeni um Izmfanelo zokphila kuwo uzosephuca?

19/12/2023

Sanibona nonke lonake umuzi wethu omusha lapho iningi lezinkondlo nemisebenzi yami isizoba Miningi khona...

Ngyabonga nje kakhulu ukuth umthathe iskhathi sakho uLike/followe lelipage.

Address

Nqutu

Telephone

+27768022256

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Usonkondlo Wezulu Poetry posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Establishment

Send a message to Usonkondlo Wezulu Poetry:

Share