14/06/2026
Okungosbhinca makhasana kufisa engathi kungabona kufika umhlaka 30 sesixabene singaholi abehlukahlukene bamacivic organisations.
Cha mina nje kolwami uhlangothi angeqhatheki kalula futhi kangiyenzi into engingahambisani nayo,-angithengeki angidayisani.
Lemithombo yenu enikhuluma ngayo enuka amasimba ibothi uma ingifonela ingiqophe izwe ukuthi kuyenzeka yini ngikhulume kabi ngomholi engisebenza naye.
Baningi abantu abangama content creators abangafuni ama illegal foreigners ahambe.
Kuyoshaya umhlaka 30 June 2026 sebehambile naningakholwa sinitshena manje seninemithombo edlala ngani🤣🤣🤣.
🇿🇦🇿🇦🇿🇦❤️❤️❤️🇿🇦🇿🇦🇿🇦📍👏🏾🧎🏽.