Thembalentsha Zulu Dance

Thembalentsha Zulu Dance Senza uMshado,Ndlamu,Shameni,Inkwahla Kant siyaxoxisana nge PRICE ...sizinze eMaskraal We give full Entertainment to our Audience

06/10/2023

Zithandwa ze Zulu sanibonani kade sagcinana layikhaya kaze nisekhona yin ,futh nisasithanda yin ngoba nathi sisanithanda❤️🙌🏽

Iqembu like labhekana nezinqinamba ezining engikholelwa ukuth sesizinqobile ezinye zazo ngakho lindela izindaba ezimnand maduze njeh nge Thembalentsha Zulu Dance Group💙🤍

Seliphinde labuya futh iqembu lenu enilithandayo bahlali, seli strong kunakuqala manje🤗🙌izonhlelo Zona zikhona noma sibu...
08/05/2021

Seliphinde labuya futh iqembu lenu enilithandayo bahlali, seli strong kunakuqala manje🤗🙌izonhlelo Zona zikhona noma sibuye sihlushwe ilendaba ye covid-19

05/09/2019

Syobe sihuba sisho sithi " basebancane labafana benzani bezithela ezinkunzini ezimavava bakhuzeni bazolimala" iThembalentsha Zulu Dance Group liyobe liyoshaya ingoma emnand lijabulise abant eNquthu uze ungaphuthelwa kuyobe kunzima kakhul kunqamuka imbadada 8 September 2019 asibonaneni khona uma uhlala eNquthu

Nange weekend bakuphindile lokho ojikelele bajabulisa abant ezindaweni ezahlukene around Newcastle
02/07/2019

Nange weekend bakuphindile lokho ojikelele bajabulisa abant ezindaweni ezahlukene around Newcastle

27/03/2019

21 April syobe sikhona njalo eMafahlawane sijabulisa abantu ngengoma yethu emnandi # Kusazoba Lit with Thembalentsha ngzoyifaka iPost kungekudal....thina sichoma ngento esinayo ithalente lethu

26/03/2019

Osizweni we are coming bayeza ojikelele bazonijabulisa # Thembalentsha Zulu Dance Group ❤️❤️

Noma bengathin abant thina syohlala sinjeh 🎶🎵siliqhuba ithalente lethu ✨yekani amazondo yekani umona futh nikwamukel uku...
18/03/2019

Noma bengathin abant thina syohlala sinjeh 🎶🎵siliqhuba ithalente lethu ✨yekani amazondo yekani umona futh nikwamukel ukuth syohlezi singenhla ngoba yangena yagxila emthanjeni lento seningasho enikuthandayo ngoba nengoma yenu incane futh yande ngomlomo ..basale befuna impinda endaweni yase Nyanyadu izolo❤️❤️sesifikile

Baselokhu bekhona nje oJikelele
27/02/2019

Baselokhu bekhona nje oJikelele

Sekunjalo njeh futh guys let's go n do what we love ...Kade besilindele abant bafuna kusibona sibadlalela ingoma emnand
09/02/2019

Sekunjalo njeh futh guys let's go n do what we love ...Kade besilindele abant bafuna kusibona sibadlalela ingoma emnand

09/01/2019

Ngyanibingelela guys.ngithi angithathe lelithuba ngibonge Kini ngokuba yingxenye yeqembu iThembalentsha ,angbonge abazali abavumela izingane zabo,ngibonge abalandeli baqembu abahlezi besiseka njalo ,ngiphinde ngibonge i- Virous Music Production ngokubambisana Nathi ,bese ngibonge ubaba uNtuli ngokukhethelekile ngokusinika ithemba ...iqembu linezinhlelo ezining kulonyaka ,kuningi esizokubona okuhle

Ngakho sithi asibonge kin nonke sinifisele unyaka omuhle siyikomidi leThembalentsha ..Syabonga

09/12/2018

Address

Newcastle

Telephone

+27624806385

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Thembalentsha Zulu Dance posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share