Noxie da poet. Imbongi engena INKI

Noxie da poet.        Imbongi engena INKI poeтry one way �noхιe da poeт

28/04/2020

Intando yothando ❤
Noxie da poet✍

Sthandwa ngicel ungiph intando
Nginesithembis sokuth
Angisoze ngayiphalaza
Sengifisa ukukuthanda ngokungeyona eyam intando
Sthandane nje kungeyomdali intanDo
Sengiyazibona nje sengilokhu ngenza eyakho intando.

Sengingajabula noma sekumenyezwa igama lika Ntando
Isimonyo sothando,
Ubuhle bendalo,
Isithako salo kanye nemfudumalo yalo

Sthandwa ngicela ungiphe intando ❤💕🌸🌺🌹💛🌼

08/02/2020

Livutha amalangabi ❤️🔥

Livutha amalangabi
Licasula abangani
Lento yethu isidida nompakathi
Lapho omakhelwan sebehlulwa ngisho
Nokufela ngaphakath 💝💞

Lolu thando lusiqhatha nabathakathi
Lutho sebeyogcina ngakho ukufela amatha phansi
Lokhu kwenza nezimbangi zikhale ngaphansi.

Letha icansi ngiguqe phansi,
Le ndaba ngiyqale phansi
Le ndaba ngiybikele nabaphansi
Livutha amalangabi
Licasula abangani
Lento yethu isidida nompakathi 💞💝❤️🔥

🎤🤟🌷❤️

08/02/2020

Le Ndaba ayinafakazi

Le Ndaba ayinafakazi yingakho ingakholwakali
Kodwa bath'iyiqiniso ukuth kanjan nam angaz
Nami ngsashaqekil.
Angikakholwa kth umngan usesishiyil
Ngoba besinaye ekseni 🤔

Kant uma sekthiwa usesemakhazeni
Kumina niqondeni?
Le Ndaba ayikholakali
Ake niyiqale ekqalen
Kahle kahl kwenzeken?
Ube ngaz aginqik nemoto ubebhekephi yena?

Ngoba nithi ubedakiwe ubephuzeni?
Ngicaciseleni kahle kahl uban obe sephuthen?
Yaz le Ndaba ayinafakazi
Yaz le Ndaba ayikholakali 🤔😔

Nithi ngingakhal kanjn
Ngilahlekelwe eyam imbali?
Nith kzodlul kanjn ngingasoze ngambon fth?
Le Ndaba ayinafakazi
Yingakho ingakholakali 😔🤔

🎤

08/02/2020

Ukuqala kwalo 💞💝

Kwahlengezel iznyembez
Kwathamb umzimb wonk
Inhliziy igxumagxuma
Isho ukuzisholo mapthupha
Amazwi engawasho kuwe
Akekh osake wawathola 💝

Namhlanj uyinsika nes'valo
Sale nhliziy ukuk'hlebel nje
Selokh yaqal

08/02/2020

Ukuqala kwalo 💞💝

Kwahlengezel iznyembez
Kwathamb umzimb wonk
Inhliziy igxumagxuma
Isho ukuzisholo mapthupha
Amazwi engawasho kuwe
Akekh osake wawathola 💝

Namhlanj uyinsika nes'valo
Sale nhliziy ukuk'hlebel nje
Selokh yaqal yabuye yagcin
Ngawe akaze ibuye igxumele namunye
Ksobal kth mn nawe...
Angek ngsash kwazise
Baning abangayona lento ❤️

Imicabang yam yonke iqal kuleli gugu lalenhliziy yam
Ayibe isaqhubek imane ijame nje
Nom ngith ngyazam kvel kfan nokuth ngyadlal nje 💞

Selokh yaqal ukukthand mzukwan ikbon 💞❤️💝

💝❤️💞🎤

08/02/2020

Bambo lwami 💝

Bambo lwami
Kant ukweziph iznkal?
Kant zykphendulwa
Nin ezam izkhalo?
Liselude lolukhalo 😣

Nghamb ngiz'shayis
Ngzam uthando kubant
Babantu owam kangimthol.
Sengihambe kwavuvukal iznyawo
Kant ukweziph iznkal owami?

Mhlamp obezoba olwam ubambo uselel kobanday
Ngyasol akasekh kulo mhlab,
Sengyohlangan naye kwelizayo,
Mhlamp ngyomfic ngale kwe thuna 😢
Mhlamp njengomuthi owam usabuna 😔.

Bambo lwami kant ukweziph iznkal?

🎤

08/02/2020
03/11/2019

Ngzoyilobola kanjani?♥♥

Ngisizeni ngyabuz ngzöyilöbola kanjn?
Zikhon izinkom ekhay
Zigcwel isbay impel kdw
Ngzoyilobola kanjn kodwa
Esagqok isiket esivez amathang?
Ngzoyilobola knjn esalal kuze kuphum ilangä?♥

Ngyabuz ngzöyilöbola kanjn
Intombazan ethand utshwäl?
Ngzoyilobola knjn intombazan
Ethand abafan kangak?
Angphik ngyamthänd kdw ekhay
Angek bengvumel ngthathe
Iñtõmbazan engena smilo♥

Ngfun intokaz ezongfudumez
Intokaz ezovuk yenzel umam itîye
Hhayi ezongshiy ebsuk nglel
Ngzoyilobola knjn intombazañ
Enomakhalekhukhwini ohlez ugoniwe?
Ngzoyilobola knjn intombazan eyivilä?
Ngiyabuza ngzoyilobola kanjn ¿

?
Ñoxie da poet♥♥♥♥

Egameni Lothando Ngzobekezela Noxie da poetEgameni Lothando NgzobekezelaNgzobekezela ngb ngaykheth lendlel,Ngaykheth len...
07/10/2019

Egameni Lothando Ngzobekezela
Noxie da poet

Egameni Lothando Ngzobekezela
Ngzobekezela ngb ngaykheth lendlel,
Ngaykheth lendlel ngath ngzoyhamb,
Ngzoyhamb nothandiweyo wam,
Engamkheth eningini
Ngath ngyamthand ,
Ngath ngzomnik lonk engnal,
Lonk engnal uthand.

Ngamkheth ngb ngimthand,
Ngimthand,ngimethembile
Ukumethemb kwam
Ngingaz kth ngizigwaz ñgowam,
Usevele waphenduk islwan km,
Wabhodl umlilo okwengonyam,
Wangshintshel njengonwabu.

Ngzobekezela ngb ngyamthand,
Ngzobekezela ngb uyangchaz
Ñoma ungangshintshel sthändwa sam,
Ngohlal uze ubuyë,
Ngoba egameni leli Gama,
Engalikheth ngath Ngzobekezela.

EGAMENI LOTHANDO NGZOBEKEZELA

NOXIE DA POET

05/09/2019

💘❤️Ntaba Ezikude ❤️💘❣️

Ntaba ezikude
Zifihla othandwa eyami inhliziy
Eyam inhliziy ngiyizwa ishaya ngamandl
Kwavuk uthand owaluthembis
Le eyami inhliziy ❣️

Ntab'ezikude ungfihlel
Othandiwe wami
Yena owabonwa amehl ami
Amehl abikel inhliziy
Inhliziy yabikel inqond
Ukuth nangu oyobusa ekujuleni kwenhliziy yam ❤️

Ngiswel amaphik
Ngabe ngyafinyelel laph ukhona
Ziyahamb izinsuk
Ayaphel amasonto
Ziyaphel izinyang
Lutho ukukbona sthandwa sam 💟💖

Themba lam uyikho konk
Ngiswel amandl okudiliz lezo zintab
Ngikukhumbul ngaso sonk iskhath
Iphimbo lakho lisankeneneza
Ezindlabeni zami namanje 💘💞💝❤️💟❣️

Noxie da poet ❣️

05/09/2019

Sometimes sinoknikel ngezinhliziy zeth kubant abangena ndab nath 😭😭😭😭

Address

Noxie Da Poet
Newcastle
YOLLYBAE

Telephone

+27661973881

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Noxie da poet. Imbongi engena INKI posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share