10/01/2022
Ngakhula ngayo lendlela π
Nami indlela engakhula ngayo le
Umthandazo Mashona ilanga
Umthandazo phakathi nobusuku abanye belel
Wena wawungek ukumela
Nam indlela engakhula ngayo
Ubaba nomam bathi nabo okhokho nogogo babo
Baphila iskhathi esidenj yiw umthandazo
Mina thwele kanzima
Thwele izinhlamba zabo
Noma kunjalo phila nabo.
Phika ngento eyodwa phila nabo aphili ngabo
Bazondela unkulunkulu engimthandazay
Bathi thandaza umuntu yaz bese ngyazibuza
kuyenzeka yin inkosi yamabhubesi kube inja??
Kuyenzeka yin inkosi yezinyosi kube impukane??
Aqondile ukudelela ebonil bexolele.
Nami indlela engakhula ngayo
Ngakhula ngenkolo
Nam ngase ngakholwae
Nokuthi ushembe unkulunkulu lokho ngyakholelwa
Ngoba lithi I Bible "asenze umuntu ngomfanekiso wethu"
Shuthi unkulunkulu akayedwa
Zonke izinhlanga ngohlukan kwaz zinonkulunkulu wazo
Iyaqhubeka by βοΈ imbongi Yomnyalezo π