My drama stories

My drama stories Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from My drama stories, Art, Melmoth, Mthonjaneni.

24/05/2026

Confession with MY DRAMA STORIES

Eminyakeni edlule ngadlwengulwa umkhulu obaba kamah ngangineminyaka ewu13 simvakashele siqala kubona umuntu ekuthiwa umkhulu kwakuwu september kuvale zikole. Wangibiza wathi asiye engadini siyobheka ingadi yakhe ila afika khona wakhipha isbhamu wathi angikhulume mangingafun uzongisakaza buchopho ngakhumula wayenza into yakhe waqeda wathi uma ngike ngalinga ngakhuluma uzongibulala wangishiya lapho ngikhala kubuhlungu ngingakwaz kuhamba wabuya sephethe manzi wathi angigeze buso nangaphansi
Waseyenza zonke zinsuku ngaze ngahamba ngabuyela khaya ngathula ngangasho ngangisaba coz wayethu kmina ekekho muntu ozongikholwa futh ngizoshawa ngathula ke kanjalo ngasengihlezi ngingedwa ngikhala kwathi ngodecember basiphindisa kumkhulu waphinda wangidlwengula kwaze kwafika skhathi sokubuyela khaya ngonyaka olandelayo umah wathi asiyohlala nomkhulu full time ngakhala ngazama kukhuluma kodwa muntu engamutshela wafele wathi ayikho leyonto ngingaphinde ngiyisho sahamba sayohlala khona aike lapho wayezitika ngam engafun nokuth kibekhona umfana osondela duze kwam wayengikhohlisa athi lento ayenzayo iyenziwa vele ezinganeni ezingamantombazana kwathi ngelinye langa ngazama kubaleka ngaya kamngane wam bangilanda khona ngazama kutshela gogo kodwa wathi ugogo akasavukelwa umkhulu ngoba unoshukela ngabaleka khaya ngacela uthisha wam kuthi angiphe mali ngfuna kuyobona mah ngyamkhumbula wanginika ngagibela ngaze ngayofika kubo kamah lapho engafikela ku malume naye wazitika ngam yena ke uyena wangihlukumeza kakhulu ngoba wayengenzisa nezitayela engidlova noma kanjan ngangithi noma ngizama kumutshela kuth kubuhlungu angayizwa lento ngiyishoyo athi ngimnandi ngekw akwaz kungiyeka ngabaleka nalapho ngaya egoli ku Anti wam lapho engafika ngahlala khona unyaka owodwa ngingafundi coz kwakunzima kubhekana nezinye zingane ikakhulu amantombazana uma ezokhuluma ngemiqhoyiso kwakubabuhlungu ngoba owam wathathwa umkhulu

24/05/2026

IMFIHLO YAMI P2

(USbongile ashanele indlu apheke ukudla kwaksihlwa kwazise phela uSipho Kanye no Talente sebezobuya eskoleni)

Sbongile:(Ekhuluma yedwa)mmmmh angazi ukt ngzoqalaphi mangifuna umsebenzi...kahle kahle mina kuyisfiso Sami ukuhamba ngiye ekolishi ngyofunda ngoba angikwazi ukungena enyuvesi ngenxa yemphumela yami ....kodwa klungile icebo iyozakha(USbongile esakhuluma kanjalo kungene uSipho Kanye noTalente bebuya eskoleni)

Sipho:(ebingelela ngokudelela)Sawbona sisi jikanelanga ikphethe njani imini yanamhlanje

Talent:kahleke wena Sipho akyona indlela yokukhuluma nomtodala leyo kanti yini ungahloniphi vele ..

Sipho:wena talente musa nje ukungiqinela uhlanganaphi wena mangikhuluma nalomanukelana

Sbongile:haibo Sipho ngimdala njalo ...ngicela nihambe niyoshintsha ukudla sekyalunga (uSipho no Talente bahambe bayemagumbini abo beyoshintsha izimpahla ..kwazise phela umuzi mkhulu wonke umuntu unegumbi lakhe alala kulo )

(Sekuyiskhathi Santambama kwa Sbongile lapho uMashandu ebamba eyeka ngemicabango ...kwazise phela nomalume kaSbongile usendleleni ebuya emsebenzin)

Mashandu:mmmh ngzofanele ngiqhamuke nesu lokqeda ngo Sbongile...phela leyangane ingimise kabi ..vele angiyifuni ...inkinga lomuzi owamawayo nobaba wayo meke nje yaqala yanyakazisa izincwadi zalendlu sizokhishwa thina kungekdala ......mmmh kodwa ubani ongangisiza ngoba noMalume wayo uyayithanda akaboni ukt sophelelwa yibona bonke lobukhazi khazi ..hhai kuzomele ngithole uMseleku ..uyena nyanga engiyethembayo izokwazi ukt imsuse USbongile endleleni yami......

Guys plz invite others to like and follow my page 🙏 ❤️ ukuze ngiqhubeke nendaba ngicela sisebenzisane

Ungagcini ngoku Comment u Next kphela zama uku share indaba

ISONO SAMI UKUMTHANDA😭😭
20/05/2026

ISONO SAMI UKUMTHANDA😭😭

Address

Melmoth
Mthonjaneni

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when My drama stories posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share

Category