F.D RISER the entatainer

F.D RISER the entatainer Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from F.D RISER the entatainer, Arts and entertainment, Mpophomeni town, Mpophomeni.

25/04/2026

"happy birthday to me"
nisuke nisduban okanye nisuke nisjwayela ?

28/10/2025

[KumaHeberu: 13:1
Malume njalo uthando lobuzalwane.]

[KumaHeberu: 13:2
Ningakhohlwa ukungenisa izihambi ngokuba ngalokho abanye bangenisa izingelosi bengazi.]

[KumaHeberu: 13:3
Bakhumbuleni ababoshiweyo kungathi niboshiwe kanye nabo, nabaphethwe kabi, njengalokhu nani nisemzimbeni.]

[KumaHeberu: 13:4
Ukuganana makuhlonishwe yibo bonke, umbhede ungabi nasisihla, ngokuba izifebe neziphingi uNkulunkulu uyakuzahlulela.]

[KumaHeberu: 13:5
Ukwenza kwenu makungabi ngokokufisa imali; yaneliswani ngeninakho; ngokuba yena ushilo wathi: “Angisoze ngakuyeka, angisoze ngakushiya,”]

[KumaHeberu: 13:6
ukuze sisho ngesibindi, sithi: “INkosi ingumsizi wami, angiyikwesaba; umuntu angangenzani na?”]

[KumaHeberu: 13:8
UJesu Kristu nguyena izolo nanamuhla, yebo, naphakade.]

28/10/2025

ngokuba,
“Yonke inyama injengotshani,
nobukhosi bayo bonke bunjengembali yotshani;
utshani buyabuna,
nembali iyavuthuluka,
kepha izwi leNkosi limi kuze kube phakade.”
Yilo leli zwi levangeli elashunyayelwa kinina.

1 kaPetru 1:24-25

24/10/2025

1 Petru : 2 : 1-25
1. Ngakho lahlani ububi bonke, nobuqili bonke, nokuzenzisa, nomhawu, nokuhleba konke;
2. njengezingane ezisand' ukuzalwa langazelelani ubisi olungokomoya olungenakonakala, ukuze nikhule ngalo kube ngukusindiswa,
3. uma seninambithile nezwa ukuthi iNkosi imnene.
4. Sondelani kuyo, iyitshe eliphilileyo, elinqatshwe ngabantu, kepha kuNkulunkulu likhethekile, liyigugu,
5. nakhiwe njengamatshe aphilileyo, nibe yindlu yokomoya, ubupristi obungcwele, ninikele ngemihlatshelo yokomoya eyamukelekayo kuNkulunkulu ngaye uJesu Kristu.
6. Ngokuba kukhona embhalweni ukuthi: “Bhekani, ngibeka eSiyoni itshe legumbi elikhethekile, liyigugu; okholwa yilo akasoze ajabhiswa.”
7. Ngakho kini enikholwayo liyigugu; kepha kwabangakholwayo itshe abalinqabayo abakhi yilona elaba yinhloko yegumbi,
8. netshe lokuqhuzula, nedwala lokukhubekisa; baqhuzuka bengalaleli izwi, okuyikhona bekumiselweyo;
9. kepha nina niluhlanga olukhethiweyo, ubupristi obobukhosi, isizwe esingcwele, abantu abazuziweyo, ukuze nishumayele ubukhosi balowo owanibiza niphume ebumnyameni, ningene ekukhanyeni kwakhe okumangalisayo;
10. ekade naningesiso isizwe, kepha manje niyisizwe sikaNkulunkulu, enaningahawukelwanga, kepha manje nihawukelwe.
11. Bathandekayo, nginincenga njengabafokazi nezihambi ukuba nidede ezinkanukweni zenyama ezilwa nomphefumulo,
12. nibe nenkambo enhle phakathi kwabezizwe, ukuze kuthi lapho benihleba ngokungathi ningabenzi bokubi, ngokubona imisebenzi yenu emihle badumise uNkulunkulu ngosuku lokuhanjelwa.
13. Thobelani izimiso zonke zabantu ngenxa yeNkosi, nokuba kuyinkosi njengokuba ingomkhulu,
14. nokuba kungababusi njengokuba bethunywa yiyo, ukuze bajezise abenza okubi, babonge abenza okuhle,
15. ngokuba injalo intando kaNkulunkulu ukuba ngokwenza okuhle nithulise ukungazi kwabantu abayiziwula
16. njengabakhululekileyo, kodwa kungabi njengabenza ukukhululeka kube yisigubuzelo sokubi kepha njengezinceku zikaNkulunkulu.
17. Baziseni bonke, nithande abazalwane; mesabeni uNkulunkul

18/09/2025

Sifuna Abantu Abawu 10 Kulenyanga Abathi Bona Bahlala Kude Kodwa Bayafisa Ukufunda Nathi Bazo WhatsApp 078 207 1496 Bese Usho Igama Ne Sbongo Nokth Uhlala Kuphi Bazobe Sebesho Ukth Uzosizakala Kanjani

0.1 PSIRA R600
1 Advanced Computer R800 (2 Weeks)
2 Basic Computer R550 (1Week)
3 Cashier R600 (1 Week)
4 Call Center R500 (1 Week)
5 CCTV R550 (1 Week)
5 Control Room Operator R550(1 Week)
6 Housekeeping R500 (1 Week)
7 Inventory Clerk R500 (1 Week)
8 HIV and AIDS R550 (2 Weeks)
9 Merchandising R450 (1 Week)
10 Office Admin R550 (2 Weeks)
11 Petrol Attendant R600 (1 Week)
12 Receptionist R500 (1 Week)
13 School Admin Clerk R550(2 Weeks)
14 Stock Control Clerk R550 (1Week)
15 Warehouse Clerk R550 (1 Week)
16 Early Childhood R550 (2 Weeks)
17 Waiter& Waitress R550 (2 Weeks)
18 Occupational Health and Safety R600 (2 Weeks)

WhatsApp Only No Calls : 078 207 1496
Calls Only No WhatsApp : 033 032 0498 (08h00-14h00)
85A Boom Street Pietermaritzburg Location

Address

Mpophomeni Town
Mpophomeni

Telephone

071 600 3993

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when F.D RISER the entatainer posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share