Enjulweni yob'chopho ob'chithekile

Enjulweni yob'chopho ob'chithekile Don't watch the clock do what it does keep going .

30/04/2024

Mr nice da poet
'tWatchTheClockDoWhatItDoesKeepGoing

'chophoob'chithekile

09/10/2023

Uthando olumsulwa
'chophoob'chithekile


'tWatchTheClockDoWhatItDoesKeepGoing

29/06/2023

Mr nice da poet
Nginomuzwa ngedwa

25/12/2022
17/11/2022

First scene
Isqephu sokuqala

17/11/2022
14/11/2022

Lukhulu luyeza futhi luyanyelela
Mr nice umbhali

07/08/2022

'chophoob'chithekile

'tWatchTheClockDoWhatItDoesKeepGoing

04/08/2022

Lomlolozelo sowaba insakavukela umchilo wesdwaba ngilala ngawo ngivuka ngawo
Ngizama ukufihla amahlaz'enu bantwa'bam phela loh engambeletha mina umntwana ngamazisa ngobuhle bomhlaba engakafiki emhlabeni

Ngamazisa kusukela eyihlwili kwesami isibetho ngemvelaphi yethu thina sizwe esinsundu ngimthakela ngimcobelela ngolwazi lomhlaba.... Ohlabayo lelo angikaze ngilithi vuh nganginokwesaba hleze engasakuthokozeli ukufika kwamhlaba

Impela Ngibhekene nesambhane kodwa lesi sihlukile ngoba sithi singawumba bese siyalala mina ngiswele owokucasha

'chophoob'chithekile

'tWatchTheClockDoWhatItDoesKeepGoing

04/08/2022

Ukuphila kwami kusemseni nasothandweni Lukamninimandla ngale kwaloko mina angisazibali nabaphilayo imizwa kangisenayo sengabonga ukusa ngiphila kodwa umthandazo wami njalo mangilala uthi nkosi ngikhiphe kulegibhithe engikulo

Nakhona ngisuke ngenzela ongahle ezwe umthandazo wami umangingathekisa ngegibhithe
Ikahle kahle okusenhlizweni kuthi Nkosi abuyisele kwasifuba amathe sekwanele
Kodwa ngizibona ngivuka mihla le namalanga mina bengithi ufunda ingaphakathi lomuntu Hai akukhipha ngezindebe zomlomo ngivuka nginkemile nsuku zonke

Ukube bekungeyona ingebhe enginayo ngabe kudala ngalikhahlela ibhakede
Lalela EZAMI ZIGELEZA NGAPHAKATHI IZINYEMBEZI

'chophoob'chithekile

'tWatchTheClockDoWhatItDoesKeepGoing

04/08/2022

Akuk'ningi abangizondela khona kodwa kukodwa nje UKUZAMA
Phela angithi ngizame kwazameka ngavuka nakhona akusiyo into etheni engivuke ngayo ngizihlanzela amagceke ebelungu edolobheni manje badidwa ilemidansane ingiyigqokayo bona bazitshela ukuthi ngisenkampanini enkulu

Ngabe iyoba njani inzondo mhlazane ngathola lo engiwufunayo umsebenzi sengisho lo engawufundela phela kuwo lemdansane engiyigqokile iyophenduka iskorobho ngani phela ngiyobe ngisudela

Okumangazayo ukuthi zolo lokhu bebehebeze njalo emvakwami mangivuka ngiyofuna amatoho bethi ngizenza ncono ngabe ngiyophelelaphi nalomsebenzi engiwufunayo ngeke ngiwuthole
yey ngoba NESAM'ISTORY SIB'HLUNGU

'chophoob'chithekile

'tWatchTheClockDoWhatItDoesKeepGoing

Address

Sbetha
Mkhondo
2380

Telephone

+27626640802

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Enjulweni yob'chopho ob'chithekile posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Establishment

Send a message to Enjulweni yob'chopho ob'chithekile:

Share