16/01/2025
DURBAN CLEANSING 💦
Kumele uzile ukudla, ucansi kanye notshwala uma uzoya kogezwa emanzini.
________________________
➡️ 1 DAY BEFORE:
Idla before 06:00 ekuseni. Ngo 06:00 kumele uthandaze usho ukuthi uzilelani, bese uyacela ofisa kwenzeke njengoba uyozihlambulula. Ungadla ama-fruits, uphuze amanzi or uphuze itiye elimnyama kuphela.
Ntambama uyathandaza ngo 18:00 noma ngesikhathi obuya ngaso ekhaya.
➡️ DAY OF CLEANSING:
Ekuseni thandaza ngaphambi kokuthi uphume endlini.
➡️ AFTER CLEANSING:
Sebenzisa amakhandlela akho ukuthandaza izinsuku ezintathu.
1. Day 1 and 2 uthandaza ekuseni lingakophumi ilanga
noma ntambama selishona.
2. Day 3 uthandaza ntambama uwashiye ekhanya
ubusuku bonke amakhandlela.
3. Ekuseni lahla imvuthu yamakhandlela olwandle,
emfuleni noma ehlathini. No alcohol, smoking or s*x
To join the cleansing on Saturday, please join the group
https://chat.whatsapp.com/LTnyECvbeGoEMaG2QDhk37
Contact us on WhatsApp:073 094 8295 uma kukhona imibuzo onayo
Ghost Yama Ghost - Myeza Traditional Chemist