Margate youth awareness programme - Triple Zet

Margate youth awareness programme - Triple Zet inhloso nesifiso sami ukuthi sihlangane njengentsha sikhone ukuxoxa,sifundisane,sakhane sibonisane n

kubalulekile ukuxoxa ngesimo esinzima nesibuhlungu mhlampe esikuxakile.ukuthola isecond opinion kuyasiza.ukubuza lapho ongazi nongenasiqiniseko.noma ubani unelungelo lokusho okukuye ngokuhloniphana nokubambisana sonqoba.

20/03/2018

Sanibonani bo.nisekahle nje bangane?

02/02/2018

Mhn yini indlovu isabeke kangaka uma uyilandela noma uyibuka ngemuva ? ay Mina ngincamela wayo
shym 🐘 🐘 🐘

01/02/2018

uma nje usulazi iqiniso lamukele linjengoba linjalo bese ungavumi likudle wedwa..
Thola umuntu omethembayo uvuleleke kuye umxoxele ngento osubhekene nayo ukuze akweluleke uthole omunye umqondo wokubhekana nesimo.

uma unomuntu ophilisana naye ungalokothi ube nemfihlo ozomgodlela yona ngoba nakanjani uphila noma usushonile bt iqiniso aliphumuli lingakaveli obala.
Mxelele yonke iNyan Nyan bese ezithathela isinqumo.naye ngalesosimo..
Gud Luck !

01/02/2018

Mbonge uJehova mphefumlo wami ..konke okukimi makubonge igama lakhe elingcwele..


Jehova sibonga umusa wakho ezimpilweni zethu.umusa wakho usanele sonke .akekho ofana nawe .udumo konke lukufanele.

syacela nakulobusuku ukuba uqhubeke usilonde ,usengamele kwizivungivungu nemimoya emibi in Jesus nym we pray.

Amen.

ezikhathini eziningi   nangokwamazwi esiwakhulumayo bese   ngokwamandla  .uNkulunkulu akavumi ulingwe , uhlaselwe ngokun...
01/02/2018

ezikhathini eziningi nangokwamazwi esiwakhulumayo bese ngokwamandla .
uNkulunkulu akavumi ulingwe , uhlaselwe ngokungaphezu kwamandla akuphe wona.futhi uma umethemba ukholwa kuye akakuyekeleli uba uMhlengi wakho mihla yonke.

Bheka kuJehova nguye nguye .
okaJehova akanqotshwa.

uyabona mhlobo wami lomuntu othi uma uthatha isibuko uma phambi kwaso bese umubona 👀 uqobo lwakho ke lolo..zamukele nje ...
31/01/2018

uyabona mhlobo wami lomuntu othi uma uthatha isibuko uma phambi kwaso bese umubona 👀 uqobo lwakho ke lolo..
zamukele nje unjengoba unjalo unjalo nje koze kuvame umusa.ungazifakeli ingcindezi ngokuziqhathanisa nabanye abantu .zakhele indlela yokwenza indlela ozophilisana ngayo nabantu ngale kokuzenyeza nokuziguqula kusimo owasiphiwa umdala .
ngikufisela inhlanhla.

bese.uyibona

Hello everyone .ngethemba imini iniphathe kahle nonkana.bamba lokhu ke ntambama..kusasa siqala ukugubha inyanga   yokuth...
31/01/2018

Hello everyone .ngethemba imini iniphathe kahle nonkana.bamba lokhu ke ntambama..
kusasa siqala ukugubha inyanga yokuthandana..uma usunaye umathandana wakho awumbambele eduze as if uyaqala uyagcina bese uqhubeka nje ube uwashintsha kancane kancane amalevel nize nishade.
Uma senishadile or sekade nashada qhubekani nibambanane nje nithembane nibe icouple eyisibonelo..nibukane nje njalo emehlweni nitshelane ngemizwa yenu.....
All da best..

yazi ibuye ithuse indlela abezinye izinhlanga abakhonze nabathanda ngayo   kakhulu ezifuywa emakhaya..ngike ngathola uku...
31/01/2018

yazi ibuye ithuse indlela abezinye izinhlanga abakhonze nabathanda ngayo kakhulu ezifuywa emakhaya..
ngike ngathola ukuthi abanye bazithanda nje ingoba zibuye zibasize ekwenzeni ucansi kungabi ndaba zalutho nje.
Phesheya abanye badla nezingadliwa njengezinja namakati nezimbongolo bt okushube kakhulu khona abashade nazo..
Uma ungakholwa Googler ubheme ukholwe...ngixoxele ke mngane wena isiphi isilwane osithandayo,osifuyile nongasifuya en kungani usemathandweni naso??

umoya   uyingozi kakhulu empilweni yomuntu.in wht ever u do or going through ungavumeli isimo osubhekene naso siguqule i...
31/01/2018

umoya uyingozi kakhulu empilweni yomuntu.in wht ever u do or going through ungavumeli isimo osubhekene naso siguqule idirection ne focus yakho ngempilo yakho ,ubuwena nekusasa lakho.
be brave in order to be a Hero one day..nqoba izimo unganqotshwa isimo.
Never stop praying no matter wht ..jst keep on pressing even harder..
Gud luck ..

Lomhlengi ungubanina ????
31/01/2018

Lomhlengi ungubanina ????

31/01/2018

akengibingelele again emini zithandwa zokumkhonza.emini nje kuthi angithi kuni
"iThemba alibulali"

ngyamukela bonke abasanda kuthanda balandele lengosi yami. Busisekani nje enkosini.

Khona manjalo ngivumeleni ngibingelele ekuseni.ngethemba konke kusahamba kahle mziwakithi onsunduekuseni nje ngizwa ngin...
31/01/2018

Khona manjalo ngivumeleni ngibingelele ekuseni.ngethemba konke kusahamba kahle mziwakithi onsundu

ekuseni nje ngizwa nginofuqufuqu lokuthi nginikhuthaze bangane bami s**e sikukhuthalele nje ukuvakashela imitholampilo kukuhle nje siye kocela ukuhlolelwa
Kungaba ungowesilisa or owesifazane especialy from da age of 35 upwards.
ukuhlola futhi kodwa kuyinto enhle nje ikuhlala uzazi ukuthi isimo sakho sempilo simi kiphi. ukuze usheshe uqale wenze nokuzokusiza.

Gud luck Bookers

Address

Sthembiso Mbotho Street
Margate

Opening Hours

Monday 09:00 - 17:00
Tuesday 09:00 - 17:00
Wednesday 09:00 - 17:00
Thursday 09:00 - 17:00
Friday 09:00 - 17:00
Saturday 09:00 - 14:00

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Margate youth awareness programme - Triple Zet posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share