Young Shuni KaMabuza poet

Young Shuni KaMabuza poet Angibhalel' min' izinkondlo kepha ngibhala abantu ukuz bephil emoyeni📄✍️🥀❤️

23/12/2024

With SeLuna Imbongi Yabantu – I'm on a streak! I've been a top fan for 5 months in a row. 🎉

23/12/2024

With Big Zulu – I'm on a streak! I've been a top fan for 4 months in a row. 🎉

18/09/2024

Sekwanele

Ngiyakuthanda nkosazane enhle
Sengathi ilanga liphuma empumalanga🌄❤️,
Ubuhle bakho bungibambe ngomumo🙌🥀❤️,
Umuhle ngaphez kokuba muhle nkosazane🥀❤️,
Umuhle sengathi wadalelwa ukuba isibonelo sobuhle bezulu nomhlaba🤞🥀❤️,
Amehlo ami mayebona wena🥀❤️👀,
Abona uhlabana omncane Osemhlabeni onothula nothando
Kanye nesasa eliqakazile phakathi kwethu🌍🥀❤️
Nembali ziqakaza njalo zisho ngamakha amnandi😍💐❤️,
Ilanga liphezulu libheke ezweni lothando lwekhethelo🌞🌍💓,

Mangithi ngiphokophela kuwena nkosazane 🥀❤️,
Ngisindwa yinyawo ngixegelwe ngamadolo
Inhliziyo ishaye ngamawala kube ubuwalawala😍💓,
Ngiphelelwe ngamagamana omlayezo ophathiswe ngimizwa engathethimanga🥀😍💓,
Ngilangazelela ukutshela indlela engizizwa ngayo💐🥀❤️,
Kodwa kufane nokuthela amanzi emhlane wedada ngenxa yegwababa nokusaba ubuhle bakho💐🥀❤️,

Ngelosi yothando🧚❤️,
Ngelosi yomjolo🧚❤️,
Sbindi uyabulala sbindi uyaphilisa❤️🥀,
Ungiphe amandla okubhekana nalenkosazane❤️🥀.

Address

Ladysmith

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Young Shuni KaMabuza poet posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Establishment

Send a message to Young Shuni KaMabuza poet:

Share

Category