10/04/2025
Nalapho kungenaqhude khona kuyasa
Uluvuyo uhleli eclasini uyazfundela kungene uMbali abingelele "sawbona Vuyo aphenduke uluvuyo ambuke "sawbona Mbali unjani " ngyaphila unjani" kuphendula uMbali emamatheka kuthi faca ezihlathini buye yinhle yini lentokazi inebala elizothile uphuphuzela uboya ebsweni kanye neskhumba esibushelelezi, "hawu kaze ngigezephi ngivakashelwa wuwe" athule uMbali ambuke ngokumangala "hayibo usho ukuthini mawuthi wavakashelwa yimi kanti mina nginani" awunalutho ukuthi sengaba nyama nambana lapha es'koleni akekh' ofuna ukusondela kimi ngoba ngihluphekile ngigqoka inyufomu edabukile" athi uyazibamba izinyembezi zivele ziqathake adabuke uMbali nakuye zehle azisule ngokushesha "Vuyo ungalinge uzbukele phansi ngeke kuhlale kunje umdali ngeke akulinge ngaphezu kwamandla kuzolunga futhi okunye ungabi nandaba nokuthi ubani uyakzonda ngoba ngeke akwenzele lutho ngicela wazi ukuthi lesimo asikho permanent siyadlula sizodlula kuyobe sengathi akukaze kwenzeke lutho, Vuyo mina ngizokweseka kukona konke okwenzayo " amsule izinyembezi "ngyabonga Mbali ngizizwa ngiwumuntu nami futhi ngiyajabula mangabe kukhona umuntu okholelwayo kimi bengizbona njengomtshingo ubethwa nguban inkomo edla yodwa kodwake ngoba usukhona kuphelile ukubayinhlwa" ahleke nezinyembezi, "sengiyahamba ngzokbona makphuma is'kole ubekahle yezwa uyeke ukulok ucabanga kakhul' uzofa kanti usenempilo emnandi esaklindile uMbali ebhambatha uvuyo emahlombe, aphume asale uvuyo aqhubeke nokufunda.
Iyaqhubeka please like and comment