Ubumbano LwamaQwabe / LwabeNguni

Ubumbano LwamaQwabe / LwabeNguni Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Ubumbano LwamaQwabe / LwabeNguni, Cultural Center, KwaDukuza.

Inhloso yobumbano LwamaQwabe/LwabeNguni

●Uniting abaNguni as a Nation and rediscovering it's correct History.
●To improve the quality of our lives through social interaction and sharing of information.

Inkosi yakaQwabe lwaMakhasa .Umxumanisi woBumbano lwamaQwabe , Induna yakithi e Mbumbulu Phola Gumede
27/11/2022

Inkosi yakaQwabe lwaMakhasa .Umxumanisi woBumbano lwamaQwabe , Induna yakithi e Mbumbulu Phola Gumede

Sibonga umsebenzi omkhulu owaqalwa amaQhawe akithi amanye angasekho okubalwa kiwo ubaba Israel Gumede owayengusihlalo , ...
24/11/2022

Sibonga umsebenzi omkhulu owaqalwa amaQhawe akithi amanye angasekho okubalwa kiwo ubaba Israel Gumede owayengusihlalo , Mumbo , Inkosi TV eNkanini .kwabasaphila u Zazi Gumede , Bongani Gumede ongunobhala , uMpi Gumede Kanye nabanye. Lapha Ubumbano beluhambele umndeni wakithi wenzalo Mpondo e Bhizane lapho amanye amaqwabe azinze khona,

Kuzokhumbuleka ukuthi ngesikhathi isizwe sisabalala abanye bahamba no Nqetho base bayoshaya emampondweni ....kungakho ihubo lesizwe likubeka ukuthi siyoziyanda emampondweni babayekiye ..

Umpondo lona igama lakhe lokuzalwa u SPHEKEPHEKE owabe ezalwa kaQwabe kodwa wakhuliswa kwa Ntshayisa kwelase Bhizane.Namuhla isizwe sika Qwabe sisabalele izwe lonke leli.

Umkhuleko wamaQwabe walonyaka mhla zingi 5 and 6 Novemeber 2022 ubuhanjelwe abomnyango wezemvelo KZN WILDLIFE UNGOYE FOR...
24/11/2022

Umkhuleko wamaQwabe walonyaka mhla zingi 5 and 6 Novemeber 2022 ubuhanjelwe abomnyango wezemvelo KZN WILDLIFE UNGOYE FOREST ukuzoqinisekisa ukusebenzisana phaka kwesizwe sakaQwabe siholwa Ubumbano lwamaQwabe/ lwabeNguni.zikhona izinhlelo ezikhona zokuthuthukisa UNGOYE.

14/09/2022
Banguni asiphelele njengona usihlalo esesimemile
14/09/2022

Banguni asiphelele njengona usihlalo esesimemile

Isivivane senkosi uQwabe ka Malandela ...ezintabeni zoNgoye ( Pending Project)
23/05/2022

Isivivane senkosi uQwabe ka Malandela ...ezintabeni zoNgoye ( Pending Project)

Induna yesizwe UGumede and the Chiefwhip Mpi Gumede
15/03/2022

Induna yesizwe UGumede and the Chiefwhip Mpi Gumede

Address

Kwadukuza
4450

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ubumbano LwamaQwabe / LwabeNguni posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Establishment

Send a message to Ubumbano LwamaQwabe / LwabeNguni:

Share