23/04/2026
EZINGENAYO 🚨🔥🙌
UGeneral Mkhwanazi kuthiwa ...........uhlongoza ukubhekana nqo ngeziqu zamehlo nabaphathi be March and March ke befakane imilomo.
Inhloso ka General Mkhwanazi............kuthiwa uzokhumbuza abaholi be campain edlala lubi kulezinsuku........ ngokuqondisa abangaphandle ukuzobakhumbuza ngokubaluleka kokuhlonipha amalungelo abantu 💔😭..... njengoba kwanda izigameko zokushaywa kwabokufika ngesihluku uma kunalemibungazo ye March and March.
UMkhwanazi ugcizelele ukuthi abaholi bale nhlangano abanalo .....igunya lokusabisa noma ukusongela abantu bokufika. Uqhube wathi akukho emthethweni ukuthi ...........noma iyiphi inhlangano ithathe izinqumo ezinjalo ngaphandle kweziphathimandla ezifanele,uphinde waveza ukuthi akusona isibopho sale nhlangano ukubheka ukuthi abantu bokufika banawo yini amaphepha asemthethweni okuhlala kuleli.