Indlamu Media

Indlamu Media Indlamu media

EZINGENAYO 🚨🔥🙌UGeneral Mkhwanazi kuthiwa ...........uhlongoza ukubhekana nqo ngeziqu zamehlo nabaphathi be March and Mar...
23/04/2026

EZINGENAYO 🚨🔥🙌

UGeneral Mkhwanazi kuthiwa ...........uhlongoza ukubhekana nqo ngeziqu zamehlo nabaphathi be March and March ke befakane imilomo.

Inhloso ka General Mkhwanazi............kuthiwa uzokhumbuza abaholi be campain edlala lubi kulezinsuku........ ngokuqondisa abangaphandle ukuzobakhumbuza ngokubaluleka kokuhlonipha amalungelo abantu 💔😭..... njengoba kwanda izigameko zokushaywa kwabokufika ngesihluku uma kunalemibungazo ye March and March.

UMkhwanazi ugcizelele ukuthi abaholi bale nhlangano abanalo .....igunya lokusabisa noma ukusongela abantu bokufika. Uqhube wathi akukho emthethweni ukuthi ...........noma iyiphi inhlangano ithathe izinqumo ezinjalo ngaphandle kweziphathimandla ezifanele,uphinde waveza ukuthi akusona isibopho sale nhlangano ukubheka ukuthi abantu bokufika banawo yini amaphepha asemthethweni okuhlala kuleli.



Abanye bayavumelana nalensizwa bathi inephuzu ‼️ ithi lensizwa yini enenza nonke nithi manje anisabafuni abokufika, beni...
23/04/2026

Abanye bayavumelana nalensizwa bathi inephuzu ‼️ ithi lensizwa yini enenza nonke nithi manje anisabafuni abokufika, benithuleleni Sonke lesikhathi‼️

Ithi lensizwa u Mkhwanazi uveze ama file futhi ngazo lezidakamizwa ukuthi izikhuku zika hulumeni ziyabandakanyeka 💔

Uthi lomlisa I timing yenu I wrong kumele ngabe yonke I focus ikulama file akhishwe umkhwanazi 🚨

Ithi lensizwa nisho Nini ukuthi enough is enough ngohulumeni wenkohlakalo⁉️ Uma ehamba ama foreigners nizotholani ngoba abantu abenza yonke lento uhulumeni ‼️

Iyabuza lensizwa nisho Nini ukuthi nikhathele uhulumeni udla izimali ingane zenu zihleli emakhaya zifundile 💔

Nisho Nini ukuthi enough is enough ngalo hulumeni?s

23/04/2026

U MKHWANANZI Uthi :

Address

Makhonyeni
Jozini

Telephone

+27763358130

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Indlamu Media posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share