Muzi Da poet Ncube

Muzi Da poet Ncube MuziQ 🎙️

For bookings: 0714313241
Plz follow this page 🥺❤️



Ukusiz umuntu
Ukuzisiz wen🙌

08/06/2025

Empeleni usuku lami lokuzalw luyisibusiso🥺🎊


Impela kwakungelona iphutha
Ukuba ngizalwe ngalolusuku kodwa ukuzikhethel abazali iphutha
Nami angizikhethelang abazali
Kepha umdali ongiph abazali 🥺💔

Impela kuyisibusiso ukuzalw emndenini ompofu
Ukuz uzobon ukuthi bayingozi kanjan abaphumelela basebampofu🥺💔

Kodw usuk lamii 🥺❤️
Yilo usuku engafika ngalo ngabese ngihlangan nomdeni wamii🥺❤️

Usuk lamii 🥺 lukhethekil
Empilweni yami🥺❤️
Ngakho yison isbusis Sami

Impela usuk lamii 🥺❤️ lokuzalw luyisibusiso 🥺❤️
Kudaliw emhlaban ukuthi umasif syabizan
Yiz kungesis isabizwan
Imbongi yabongwane
Umuzi Dah poet 🙌❤️

04/06/2025

Empeleni Nami ngangifuna ukuphumelela💔😭

Nami ekukhuleni kwami nagangifun ukuphumelela
Ngibe nezinto Nami
Nginganciki kwabalwa Nami
Ngoba iqiniso lithi akubona bonke abanami
Abanye bayanjabul Uma ngikhala
💔😭

Nami ngangifisa ukubajabhisa
Kodw isigcin bengifuna abazali bami ukubajabulisa🥹
Kodw akusenzekanga ngenxa yethwasa💔🥺
Nami bengifisa ujabula nabangithandayo
Ngepha ngijabulisa abanginyanyayo
Ngokuhlulek kwami 💔🥺

Nami bengifis ukuphumelel
Kodw izandla zababi
Zayithatha impumelelo yami
Bajabulela izinyembezi zami😭💔

Ngiyazi kudaliwe ukuba umafile syabizan
Noma kungasiso isabizwana
Imbongi yaboNgwane
Umuzi dah poet

nakhuya 🥺♥️zyakhal k manje 🥺♥️
24/05/2025

nakhuya 🥺♥️

zyakhal k manje 🥺♥️

zykhal one way 🥺💔
19/05/2025

zykhal one way 🥺💔

18/05/2025

With Hlophe Imbongi Yothando – I just got recognized as one of their top fans!

20/03/2025

Bafethu asphil sonke

Singabulalanii 🥺

Send a message to learn more

Imbongi yaboNgwaneuMuzi Dah poet ❤🤘🏻☠
16/03/2025

Imbongi yaboNgwane
uMuzi Dah poet ❤🤘🏻☠

Address

Jozini

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Muzi Da poet Ncube posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share