18/11/2020
Ep1
"Benzanani emndenini😪"
Kusemini ....bazihlalele onjoni no sakhile no syabonga ♣️ ...kunalendoda kamakhelwane engaqondakali noma umfaz or indoda (34)
Ihlezi ihamba no mama wayo ...kuth kukhiwa amanzi iyo phambili noma kuthezwa ...noma kuxoxwa lhlezi ikhona ... noma kudingeka ingane iye shop kuhamba Yona .......
Kuth ngelinye ilanga ihamba nabangan Bayo aii baxoxa ke ngezentombi Yona ithule nje ithi mifika ekhaya ivele ihluleke kuybamba ...itshele umawayo kuth umngan wayo uthi unentombi .....
Aii ...bayizwe lendab bangan Bayo ....kuth bathi bexoxa Yona iyotshela mawayo baydube kanjalo ihlale ekhaya ngasaphumeli ndawo ....
Kuth ngelinye langa usyabonga ekhohlwe i4n Yayo kuyo athi yayfonela ibanjwe umawayo lensizwa ...athi lomama ..."hello ...
Syabonga Ebo ..mama ngamthola uqikitha chaa akekho asapheka 🙄 Kant indoda noma yin? le insizwa le yadilizwa espani yahlala ekhaya yiyo elanda ingane eskolen maseyphumile ....
Iziwelise umgwaqo kodwa ngo qikitha... banfonele ngenye day kuth kunomhlangano endawen bafike baxoxe ke kuth kmele kubanjwe igebengu lezi ezingenela Abantu la makhaya baqede yena Avele ayotshela mamakhe 😭 qikitha akasindoda ....kahle ...
(Iyaqhubeka😹💔?