Donald Ncube&Mqolweni Boys

Donald Ncube&Mqolweni Boys This is the page where we advertise and discuss about mqolweni boys music

26/01/2017

Ngibonge ikakhulu kini eniLiker lelipheji ngisithi nje umdali anigcine niphephile,hayi nina abahle ngiyanithembisa ukuthi liyobakhona idlalade lesibili kulonyaka ka2017 neliyobe likhatshwa ngelangonyaka odlule njengoba nalo lingazange lifinyelele ebantwini abaningi ngenxa yezinkinga ezabakhona lisanda ukuphuma,ngiyonazisa ke ngokuhamba kwesikhashana ukuthi nini njalo ngisithi abayobe befisa ukuthi sisebenzisaneni ekulisabalaliseni bayobe bamkelekile,kwazise phela ayobe emabili,inhloso yintokozo ebantwini.

Yiyo le Album yami yokuqala njengoba ngisho ngithi iyoza ibelethwe ngeyesibili esaphekwa manje ziyotholakala zonke ngoku...
09/01/2017

Yiyo le Album yami yokuqala njengoba ngisho ngithi iyoza ibelethwe ngeyesibili esaphekwa manje ziyotholakala zonke ngokufanayo

Ntandoyakhe Ncube&Effort Ndlovu of MQOLWENI BOYS
31/12/2016

Ntandoyakhe Ncube&Effort Ndlovu of MQOLWENI BOYS

DONALD NCUBE
10/12/2016

DONALD NCUBE

10/12/2016

Abayitholayo iAlbum yokuqala bayijabulela impela noma ngingasho nje ukuthi abekho baningi abantu abayitholayo kodwa bayijabulela impela

10/12/2016

IAlbum yesibili isaphekwa ke bantu bakithi,ngingasho nje ngithi ziyoza zibelethene neyakuqala,kuyobe sekusenziwa isiqiniseko sokuthi wonke lawa ama Album ayafinyelela kubathandi waloluhlobo lomculo

10/12/2016
10/12/2016

Ngethemba abaningi bayazibuza nje ukuthi engabe ucula wuphi umhlobo womculo udonald,ucula iZimrhumba njengoba nginesiqiniseko sokuthi abaningi abakazizwa ingoma zami kodwa nginethemba lokuthi ngokuhamba kwesikhathi bazozizwa njengoba iAlbum enginayo manje kungeyokuqala ku2016 ethi USUKHULILE isihloko sayo

Address

36 Von Wielligh Str,marshalltown 2001
Johannesburg
2001

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Donald Ncube&Mqolweni Boys posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category