13/11/2022
Song: Egetsemane | Artist/Group: Insimbi zeZhwane | Album: Umshosha Phansi feat Inyeluka | Year: 2022
_______________________
Bayethe!
Sezikhona iNsimbi zaseZhwane madoda! Ngithi i-verse ngu Track 5, isihloko sendaba sithi, Jii, entabeni ye Getsemane!
Haleluyah!
Kuyahela awu ngoba enesihelo
Lona awazal' umelusi
Melusi wezimvu
Oh, seluse lempisi ngesikhathi sinye
Ah, nyemukula kancane,
Seyiphelile imfuyo
Sengisesaba mina (Ngani zogcina zijikela nami) x2.
Oh, kunes'bane esihle ngokukhanya khona
Kukhona ubumnyama obudabul' izinanakaza ezimbi lezilumayo
Khanyisa utshise sibane sami
Ngoba ung'fihlele ubumnyama
Aw' ng'size njalo (ung'fihlele lezitha sibane sami)
(Awu ung'fihlele lezitha)
(Ungfihlele lezitha, ung'fihlele lezitha sbane sami)
(Ungfihlele lezithaaa!)
Oh, kunes'bane esihle ngokukhanya khona
Kukhona ubumnyama obudabul' izinanakaza ezimbi lezilumayo
Khanyisa utshise sibane sami
Ngoba ung'fihlele ubumnyama
Aw' ng'size njalo (ung'tshisele lezitha sibane sami)
(Awu ung'tshisele lezitha)
(ung'tshisele lezitha, ung'tshisele lezitha sbane sami)
(Awung'tshisele lezithaaa!)
Ngafana loJesu bantu ngayala
Bethi ngiwose inyama nge torch angeze ivuthwe
Bengizodela ngempehlane
Mayebuz' uJesu
Ebuya entaben' yeGetsemane,
Simon Peter, do you love me? (Yebo baba)
(You will deny me before the c**k crows)
(Uyongiphika iqhude lingakakhali, kathathu)
Ngafana loJesu bantu ngayala nje
Bethi ngiwose inyama nge torch angeze ivuthwe
Bengizodela ngempehlane
Mayebuz' uJesu
Ebuya entaben' yeGetsemane,
Simon Peter, do you love me? (Yebo baba)
(You will deny me before the c**k crows)
(Uyongiphika iqhude lingakakhali
Kathathu)
Lami sengibuya entabeni ye Getsemane
Sengiboniswa i vision efana leka Mose
Wabona isihlahla sivutha kwafika ilizwi, Mose, Mose, Mose, Mose, Mose, Mosee!
(Ngiyakuthuma eGipithe)
(Sukuma uhambe)
(Uyekhipha abantu bami, ku Pharaoh)
(Noma ungelawo amabutho)
(Ungelaso isikhali, phatha lentonga yakho)
(Amandla ezulu akuwe, Mosi)
(Lezithunywa zezulu sezikuwe, Mosi!)
Lami sengibuy' entabeni yeGetsemane
Sengibonisw' i-vision efana lekaJona
Bamthuma eNiniva, waqond' eThalashishi
Jona, Jona, Jona, Jona, Jona, Jona-yi, Jona, Jona!
(Bath' uJona kwamzwis' ubuhlungu)
Ayi, Jano Jona! (Bath' uJona kwamzwis' ubuhlungu)
Thula, Jona (Kwakuyimfihlo ka baba, Jonaa!)
Gama likayise nelendodana, ng'khuleka kuwe gabhane lezulu! Wena nkosi owasithuma kwelamathumbu omhlaba kodwa kutheni nkosiyami wangfaka kulelithumbu elincane kwaze kwaba yi miscarriage? Ngenela Nkosi! Amen!
Lize nazo madoda!
Zeketha!
Bathini abazalwane oMthunzi madoda, oPK Mtungwa? Glory!
Jesu wami!
Sebeqala ukutshiselwa baba bafake ku deep freezer
Ukuba yingcwele, yikuthethelela baba
U-Jesu yingcwele (Uyingcwele)
Leyi yingqwele yathinti sgulane sajabula (Uyingcwele)
Ngihlambululele indlu yami yonke (Uyingcwele)
Okusasini ikunyathela ngamanyawo (Uyingcwele)
U-Jesu uyingcwele (Uyingcwel' ubaba)
Qizh!
Jesu wami
Sebeqala ukutshiselwa baba bafake ku deep freezer
Ukuba yingqwele yikuba unqobile baba Samson uyingqwele (Uyingqwele!)
E-Filisti libobhasopa uSamson (Uyingqwele!)
Okusasini ubha munhu mulomo (Uyingqwele!)
Amangqimungqimu kohlatshiw' oPhongolo (Uyingqwele!)
Noma wamthengisa uDelayila (akazange wasala lengqobe) Wayibhidliza i-Filistayini
Qizh!
Jesu wami
Sebeqala ukutshiselwa baba bafake ku deep freezer
Ukuba yingqwele yikuba unqobile baba David yingqwele! (Uyingqwele!)
Goliath ubobhasopa u David (Uyingqwele!)
Ungambona ezidlalela lebhanjo, Ungabathinti abafowabo (Uyingqwele)
Uyathati litshe akuvuthele ngesavutha (Uyingqwele)
Aah noma esamncane uDavid (Uyingqwele)
Akasoze wasala le emuva (Uyingqwele)
Sengithi yii, salani lengqobe (Uyingqwele)
Oh, ngithi yii, salani lengqobe
Qizh!
Jesu wami
Bayatshiselwa bab' ubafake ku-deep freezer
Ukuba yingqwele yikuba unqobile baba Moses yingqwele (Uyingqwele)
E-gipite libobhasop' u Moses (yingqwele)
Wayephethe intonga yaphephetha ukunuka (Uyingqwele)
Inyanyahuwe eyinikeza umoya (Uyingqwele)
wathinta amanzi aphenduka (Uyingqwele)
noma wayegagas' u-Aaron (abazange basala lengqobe)
Oh ngithi yii, salani lengqobe (zingqwele)
Ngithi yii, salani lengqobe (zingqwele)
Sa Yubie! Lizibize ingilosi zezulu madoda libize lengilosi enkulu yako ndondofly! Lithi ngithe, Glory man da holy power, landondo!
Mqabuzeeee.
Hallo Pro, zabalaza tours! Limbeke emthandazweni umalayitsha waseGoba! Nqamlezwe!
Hallelujah! Silibambe kanjalo ivangeli leZion madoda! O-Tsikamtanda useka MaNko, ompakatshani labomdala usgabade madoda! Hallo Mawi! Hallo nduna oSagqumo, oMr 50 cent 5 bhobho, Hallelujah!
_________________
CREDITS:
Lyrics extracted by:
Edited by: J Dube
Photo credit: Insimbi zezhwane Elvis & Brema
Please LIKE & SHARE this page for awareness and to increase fan base for our lovely Artists. The VISION & MISSION is more than just these lyrics on this page. Let us know your thoughts in the comments section. DM us for the lyrics corrections, lyrics you want and any other suggestions for improvement. I DO NOT OWN THE COPYRIGHTS Β©οΈ OF THESE LYRICS