24/05/2026
Simanzonzo namanje isimo saseNigeria njengoba abantu bakhona bebambe imibhikisho yokuziphindiselela njengoba bethi lana eNingizim Africa sihlukumeza abantu babo , basaqhubeka abantu bacekela amabhizinisi aphethwe yizwe iNingizimu Afrika kodwa azinze eNigeria. phakathi kwezitolo abatape impahla kuzo sibala uSHOPRITE , MTN, kanye neMultichoice/DStv okumnandi ukuthi labo SHOPRITE ababatapayo sewashaywa indiva ushayelwa I Ketron Investment Limited.
Copied!