22/03/2026
Nansi imithetho engiyoyishayela uMakoti wami omuhle,oyinono okwazi ukupheka engiyobe ngimulobole ngezinkomo zami eziphakathi kuka3 no7
1.Angeke aligqoke IBHULUKWE sengingavuna kwelomusebenzi nakhona kuyomele athole isikhundla bese eliyeka
2.Angeke abuphuze utshwala vele umuntu wesifazane akabuphuzi utshwala, obamadoda.
3.Abantu bakubo angifuni bavakashe ekhaya
4.Angeke abe umngani nabantu ABANGAGANILE
5.Uma evakashele kubo angifuni ahlale kuze kudlule ku3 days
6.Angeke aPoste indoda noma angabe uMessi lona webhola
7.Angifune mfazi oneContent lana noma angabe kukuphi nje
8.Angeke sidalo aze ayobhukuda eBhishi noma angabe kunjani anginaye umfazi onganqunela amadoda mina
9.Angeke ayifake iMake-up nezinkophe
10.Angeke ayihambe imicimbi yomculo kanye namaRally epolitiki
¤Ziboshiwe izinhliziyo