Shombela Imbongi SA

Shombela Imbongi SA Professional Poet|| Bookings +27(0)711056240|| +27 (0)762542148 Professional Poet And A Voice Over Artist
[email protected]

25/12/2021

Ukhisimuzi mawube muhle kunina nonke bangani bami, unkulunkulu anigcine bese ningakhohlwa ukujabula nizigade.
✨👏🏽

14/11/2021

Uma ukungabikhona noma ukungakuboni kwakho kungabakhathazi kushuthi ubukhona bakho bebengabuboni.
Abanye sibenzela konke kodwa ezinhlizweni zabo asiyilutho
Abanye asibenzeli lutho kodwa ezinhlizweni zabo siyikho konke.

03/11/2021

Ungapheli amandla qhawe elinamandla, kusazolunga.

16/10/2021

Unkulunkulu anibusise nonke bangani bami. Abafuna imisebenzi bayithole, abazama impilo baphumelele kukho-konke abakwenzayo. ❤❤❤

Asiqhubekeni silalele ingoma emnandi. Asingene kule link engezansi
15/10/2021

Asiqhubekeni silalele ingoma emnandi. Asingene kule link engezansi

Provided to YouTube by Amuseio ABKhumbula · Shombela Imbongi · MbuzeniKhumbula℗ Shombela ImbongiReleased on: 2021-10-13Composer: Shombela ImbongiComposer: Mb...

Mbuzeni Mkhize Feat. Shombela IMBONGI - KhumbulaIs out now
13/10/2021

Mbuzeni Mkhize Feat. Shombela IMBONGI - Khumbula
Is out now

Provided to YouTube by Amuseio ABKhumbula · Shombela Imbongi · MbuzeniKhumbula℗ Shombela ImbongiReleased on: 2021-10-13Composer: Shombela ImbongiComposer: Mb...

25/09/2021

Inkondlo yami okhozoni 💥💥

On TV
24/09/2021

On TV

24/09/2021

Namhlanje ngicela uvulele umabonakude wakho 261 (Ugubhu lwami) uShombela uzovela khona.
Ngo 18:00 ucuphe eduze kweTV yakho sezikhala kakhulu-ke manje!

17/09/2021

Sanibona bafowethu niyaphila kodwa?

Sanibona Sizwe sika Phunga noMageba ngiyabingelela egameni lika Shombela Inkosi-Yezimbongi. Ngicela ukunazisa ngiphinde ...
21/07/2021

Sanibona Sizwe sika Phunga noMageba ngiyabingelela egameni lika Shombela Inkosi-Yezimbongi. Ngicela ukunazisa ngiphinde ngininxuse ukuthi nihlale kanye nathi kusasa sizobe si-Live kulona lelikhasi sininxenxa sithi asivoteni ngamandla kulama awards engiqokwe kuwo. Kulula nje bafwethu uSMSsa: MBA Shombela Imbongi Best Poet
Bese uyithumele Ku 45633 I SMS Ibiza u R1.50 vota noma kangaki.

Address

Greytown

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Shombela Imbongi SA posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Establishment

Send a message to Shombela Imbongi SA:

Share