14/04/2026
Nina besilo ngyakhuleka Sizwe saNzwakele🙌
Ngithi angikudlulise lokhu umkhandlu wesizwe unqumile ukuba akusekho sitolo sabantu bangaphandle esisavumeleke ukwakhiwa kulelizwe leNkosi, siyacela uma ubona nje kukhona isitolo esakhiwayo sakhiwa abokufika kungesona Sakhamuzi esongena kuso ukubike lokho kungaba senduneni or emkhandlwini‼️‼️
Izitolo kumele zisebenziswe abantu bakuleli ukuze bezozithuthukisa. Umkhandlu usohlelweni impela lokulungisa isimo mayelana nezitolo zabantu bokufika. And uyakuncono kakhulu okwenziwa ngendlela ehlelekile kwezinye indawo ukubakhipha.
Sizolokhu siqhubeka ukunazisa inhlelo. “Sikhathazekile siwuMkhandlu wakwaDube ngabantwana nangesizukulwane sethu ngamathuba amangaka abonakala ehweba abantu bangaphandle”
✍️✍️✍️