06/08/2017
KULOMBEDE
sekuyiso iskhathi sok*thi ngigibele kulombhede phela kuwo bengigibela nawe sizijablise ngezindlela eziningi kwo
Kulombhede besidlalisana sijahane siginqana size siqablane kuwo kuze kufike ekujuleni maqede nglale ngibhekephezulu
Kwesam isfuba buqamela ngibuka iroof ngicinga ngeksasalethu mangik*tshel ngalo bumoyzela engath nawe uyalibona uze ungthembhise Soze wangshiya
Namhlanje kulombhede sengigibela ngedwa sengyabikelwa makuhlwa phela ngivel ngicabange amaphupho ethu esaskhulum ngawo nemidlalo sasiyenza sobabili
Kulombhede sekugcwele izinyembhezi zam ngikhala Ngicabanga izindlela sasizjablisa ngayo kulombhede namuhla sungshiyile kwala sengikuncenga awbanga nazwelo kodwa wangshiya heeeee ngoba mangibheka lasisukakhona nawe kodwa bathi konke kuneskhat sakho
Kuwe bengbona igelos umama wabantwan bam unkoskaz wam waksasa uthando lwakho lungihaqile agbange sabona noma sungshiya kodwa kulomhlab esphila kuwo izinto zman ukwenzek amanye amadoda ayaphumelel amanye awaphumele phela wen buthi awuzbon uphila phandle kwam namuhla suyaphila mmmm ngyawesaba lombhede ngob unezimanga and memories.
Inkondlo:KULOMBHEDE
BY NTULI DA POET