Nikwakuyengwa-yithi abantu Bskop

Nikwakuyengwa-yithi abantu Bskop Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Nikwakuyengwa-yithi abantu Bskop, Arts and entertainment, 295/2004, Ermelo.

27/10/2020

DUMELANG, molweni, sanibonani, ndaa,

29/06/2020

NHLIZIYO YAMI THULA

Nhliziyo yam thula,
Noma bekuhlupha bekuphula thula
Thula mawukhala bazojabula,
Noma kunzima inhliziyo yami thula.

Kyafutha iyasho iminjunju,
Kyahlupha ukuthemba umuntu,
Bonke bakulutha ngezithembiso eziletha ithemba lothando,
Bheka manje bakwenzeni,
Kodwa akusenani nhliziyo yam thula.

Thula nhliziyo yami,
Bakusika amahawu bathembe ukuxolisa,
Bath inkabi ayizondi babe bakhuluma ngawe,Kodwa akusenani sale unaka okwakho manje,. Yena okwakho uphume kokomhlaba ngoba kuyahlaba,
Thula nhliziyo yami.

Kuseyisiqalo lesi kuyeza okukhulu, ngicela ulike I page nalenkondlo bese ucommenta ngombono wakho ubhekise kulenkondlo.

Ngyabonga.

16/02/2020

Ay Fuseg.....Sanbonani

17/11/2019

Inkukhu iyakhula nayo ibe ngange nkomo🐂yekani ukuthanda inyama🍖🍗nike niyeke inkukhu ikhule.

BAHLALI👋👋

Address

295/2004
Ermelo
2004

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Nikwakuyengwa-yithi abantu Bskop posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share