Dlongolo Da Poet

Dlongolo Da Poet Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Dlongolo Da Poet, Poet, Empangeni.

29/07/2023

Sengifisa ukuchaza ubuhle bakhe❤💔🕯

Ufana nengilosi uqobo lwayo👼❤
Unguphuma langa sikothe❤🌞
Ubuhle bakho abuchazeki bufana negolide❤💎

Sengifisa ukuba yimayini lapho kuzohlala khona igolide💎💎❤
Umuhle sengathi ilanga seliyozilahla kunina🌞❤
Izenzo zakho ziyixoxa ziyiqede indaba wena ungakhulumile❤😕
Sengifisa nokuhlangana nonina okuzalayo ukuze ngimbonge ngokuzala intokazi enhle njengawe❤❤💎

Uma uqhamuka kuvele kushelele ulimu ngiphelelewe ngamaganyana💔👸
Ngiyobe ngimi ngasohlangothini lwakho mhlakuthiwa abashishwe abasimame❤✅
Kepha ubuhle bakho abuyachazi lento engiyizwa ngaphakathi kimi❤❤

Uma ungahlala nami uthembe mina ngzokuthengel"imali❤🙏💲awusemuhle ilanga ngilifanisa nawe🌞👸

By:Dlongolo Da Poet🐃💎

29/07/2023

Uthando❤

Uthando enginalo alusoze lwashabalala❤✅
Futhi uthando enginalo alusoze lwafaniswa nelomuntu❤❤

Kuthiwa uthando akuyona induku ephathwa ngamavaka❤😕
Kepha uthando ngiyaluthanda ngoba uma ukwazi ukuthanda nothando luyakuthanda❤❤

Kuthiwa ubuhlungu besichathulo buzwakala onyaweni❤
Ngakho nobuhlungu bothando buzwakala enhlizweni❤✅

Uthando enginalo ngeke lalinganiswa nezintaba namagquma okanye nolwandle❤🕯
Ngithi noma ngicabanga yena uDali ngivele ngidungeke imizwa nenqondo yami❤

Ngathi sengiyabona ngamehlo enqondo sesihleli sobabili💏
Lapho ngimumamathekisa evele ethambe njengotamatisi💏❤
Ngiyakuthanda dali❤❤💏

By:Dlongolo Da Poet❤🕯

Address

Empangeni
3542

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Dlongolo Da Poet posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category