05/01/2026
Umfana omncane ushawe imamba emlenzeni,waphenduka umlenze wabanje ,ubese ephuthunyiswa esibhedlela.
Niphephe bo ngase makhaya isikhathi sazo inyoka vele lesi, kuyashisa emgodini njengoba ilanga linje ngakho ziyaphuma emgodini zicinge indawo ebandayo lapho ebona ukuthi izocasha khona.
Zivele zingene endlini ke emakhabetheni ko wardrobe , phansi kombhede zicashe khona.