Imbongiirh Yàmàqîñîsò

Imbongiirh Yàmàqîñîsò Page for izinkondlo zami ❤️‍🔥🥹

18/04/2026

Sengibophe ifindo nenhlupheko 😔😞

21:00. On December 28 2024

Empelen bengingaz ukuthi uNkulunkulu uyakwaz ukukubophisa ifindo nenhlupheko nize nihlukaniswe ukufa😭 . Empelen mina impilo sengyabona ayngthandi ngoba kukaningi belwa nayo kodwa bayayinqoba kepha okwami kuyala 😫 .

Ngiyilwile kepha ngehlulekile😌
Kangisenawo namandla okugadla aphelile😢,
Ngimanxebanxeba vele lempi isinghlulile,
Kwamina lempilo 𝚋engcabanga ukuyicashela kepha kungihlulile🤞
Ngthandazile kepha kwalile😣
Ayy! Mina lempilo sengyayiyeka kade ngiyizama, ngzabalaza kepha nasothandweni imbala ngilimalile😩.

𝚂𝚎𝚗𝚐𝚒𝚋𝚘𝚙𝚑𝚎 𝚒𝚏𝚒𝚗𝚍𝚘 𝚗𝚎𝚗𝚑𝚕𝚞𝚙𝚑𝚎𝚔𝚘
ngingazi nokwazi ,eii nkosi Yamii
ngyasiza kazi yenziwa njani Lena ehlula umkhuleko

Nanku umbhalo 📝 oka Mahlomuka Imbóñgíîrh eZøthílé ezalwa uMaNgidi💘 ,oHlomuka ☺️ ,Buyani ,Fuyani 🥰,Dlokwelendlovu 🤍Thina esinolaka elathengwa ngembuzi ❣️

Ngsazobhala Futhi 📝😘

04/06/2025

UTHANDO IMALI NOMA IMALI UTHANDO 😔

01/02/2025

Uthando imali noma imali uthando?.
Kungenzeka 🤔Yíní UKuth lomuntu omthanda ngokweqiniso wena yena akakthando kuwena nje uzifunela imali 😭.

Kulesi sanamhlanje iskhathi sekwaba luvanzi ukthola uthando lweqiniso😓 ,Vele phela uthando luyimpica badala lwehlula ngisho abantu abadala Futhi Kade laqala úkúbà yinkathazo🤞 .

Uthando imali noma imali uthando? usubona ngisho nabasacathula abafanyana bebamba inkunzi ngenxa yemali😩.Sebeguquke badela ngisho injabulo yabazali babo bacabangela uthando lwenkanuko💚.

Sesibashaya indiva Laba abeza bengenamali esandleni 🙈🥺.YyeY bo ngiyayisaba🥺 imali.Vele phela uthando luyimpica badala lwehlula ngisho abantu abadala Futhi Kade laqala ukuba yinkathazo🤞.

Kulesi sanamhlanje iskhathi sekusancane ubone owesifazane ethanda owesilisa ngaphandle kokumcela imali🤔 .

Thando Waze wayenza indaba YyeY impela ulibulele ilizwe ngenxa yokuzibandakanya nemali 🥺kepha ke nesizulu siyasho sithi Vele ithandwa la ingathandwa khona inhliziyo💔.

Nanku umbhalo 📝 oka Mahlomuka Imbóñgíîrh eZøthílé 🥰.ewu Zothani Igama layo 🥺.

30/03/2025

Sengibuyile neznkondlo ezintsha 🤟🤍 Guys .Please support my Page .

Wenzani 🥺

Ngibhizi .Ngibhizi ngibhala okungaphakathi Kimi ,okungabonwayo ngifuna ukuhlaziya ngepeni nephepha.Ngifuna ukuyibhala incwadi ngiyithumele khona emazulwini💔.

Ngyacabanga okuwuyena owangikhulisa uGogo uzoyiphendula eyamii incwadi , phela Yena unendaba ngeyami Imizwa ,akafani nalaba ababona ihlaya kweyami imicabango 😓.

Baphenduka abantu abahle uma bezichaza kwabanye ,ngami abanendaba bazibonela nje islinyana esinothando oludlula ngisho indlulamithi ubude balo🥺.Namike sengzamile ngehlulekile Kanti luyini uthando ?.

Bayangikhuza abangani Kanti sibangani ?.Siyakukhuza kodwa syahluleka .Benginokubaziba ke ngyohlala ngaphansi kwesihlahla emthunzini.

Ngiyicabangele ke naleya ntambo enginokuhlanga bezana nayo mihla namalanga .Ngizoyithatha ngizkhunye vele owathula uyashaya Ngakho ke akekho ozoba nendaba nokuhamba kwamii .Ngoba nalisiya Salukwaz esangKhulisa sika Goqa nyawo ngikhuluma nawe .Kyongsiza ngimlandele ,mhlawumbe Kanye nje nami ngyoke ngijabule kwasize phela ngyobe ngihlel nabakwethu 😊🤍.

Nanku umbhalo 📝🥰.

Address

Durban

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Imbongiirh Yàmàqîñîsò posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share

Category