Amabheshu Innovators - Pty Ltd

Amabheshu Innovators - Pty Ltd Traditional Attire Manufacturing Company

Ungaphuthelwa
29/09/2022

Ungaphuthelwa

Ngenxa yokukhula kwebhizinisi nokuzama ngayo yonke imizamo ukuthi sanelise abathengi bethu ngazo zonke izinto abazidinga...
26/06/2022

Ngenxa yokukhula kwebhizinisi nokuzama ngayo yonke imizamo ukuthi sanelise abathengi bethu ngazo zonke izinto abazidingayo, kuyintokozo kithi ukunazisa siphinde sinethulele umsebenzi omusha wezikhwama ezakhiwe ngesikhumba sangempela ezikhiqizwa yiyo lenkampani Amabheshu Innovators - Pty Ltd

Siyabonga kuma-customers ethu abethenga futhi ethikozela umsebenzi omuhle wethu... Okujabulisa kakhulu ukubona i-Youth (...
26/06/2022

Siyabonga kuma-customers ethu abethenga futhi ethikozela umsebenzi omuhle wethu... Okujabulisa kakhulu ukubona i-Youth (Abantu abasha) bethokozela izinto zesiNtu πŸ™πŸ™πŸ™

Siyabonga komama bomthandazo abasikhulekela noma bengasazi kube isibusiso sodwa ukubona abazali bethu bethenga futhi bej...
26/06/2022

Siyabonga komama bomthandazo abasikhulekela noma bengasazi kube isibusiso sodwa ukubona abazali bethu bethenga futhi bejabulela umsebenzi wezandla zethu

I-CEO yenkampane eyenza imvunulo uNkazimulo Ngidi echaza kabanzi emsakazweni ngenkampane Amabheshu Innovators...Siyabong...
26/06/2022

I-CEO yenkampane eyenza imvunulo uNkazimulo Ngidi echaza kabanzi emsakazweni ngenkampane Amabheshu Innovators...

Siyabonga kubo bonke abafikile bezosiseka bathenga nomsebenzi wethuπŸ™πŸ™πŸ™

Day 2 Durban Regional Fair KwaMnyandu EMlazi ziyabuya...
25/06/2022

Day 2 Durban Regional Fair KwaMnyandu EMlazi ziyabuya...

Sanibona bathandi bezinto ezinhle zesiNtu sikhona ku-Business Fair KwaMnyandu eMlazi ku-Stand number 16 imvunulo siyiday...
25/06/2022

Sanibona bathandi bezinto ezinhle zesiNtu sikhona ku-Business Fair KwaMnyandu eMlazi ku-Stand number 16 imvunulo siyidayisa bukhoma kusuka ngehora le-09 ekuseni kuya kwi-Hora le-05 Ntambama ningaphuthelwa.

02/02/2022

Kusasa vula u-Channel 412 Amabheshu Innovators azoba ne-interview no-Dj Sbu ngo-16:45 ntambana

Namhlanje inkampane edayisa ingqephu yesiNtu Amabheshu Innovators igubha iminyaka eyisishiyagalombili 08 yasungulwa...Ha...
22/10/2021

Namhlanje inkampane edayisa ingqephu yesiNtu Amabheshu Innovators igubha iminyaka eyisishiyagalombili 08 yasungulwa...

Halala Mabheshu Innovators

Address

Durban Warwick Avenue, Crown Building, Shop No. 22
Durban
4001

Opening Hours

Monday 09:00 - 17:00
Tuesday 09:00 - 17:00
Wednesday 09:00 - 17:00
Thursday 09:00 - 17:00
Friday 09:00 - 17:00
Saturday 03:00 - 17:00

Telephone

+27835255390

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Amabheshu Innovators - Pty Ltd posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Establishment

Send a message to Amabheshu Innovators - Pty Ltd:

Share