29/09/2023
igama lomfana kwakungu chillis ethanda ukushela but waye ngena idea yokuthi maweshela wenza kanjani. uNa 12 years-old ufukuziswa yigenge yangAkubo , igenge yakhe yayi 5 Truth , Ruji , Bafana , Boyzin kanye no Sporoza . Waye yedwA Mastermind u...
(Njengamanj bonke baya plan ukuthi bayihlanganisa lezingane khumbula ukuthi yena chillisi akazi lutho Ngeyindaba zama shela bamthatha bamfak .
Boyzin : Naziya Chillis ntwan
Chillis : Eyy kahle wen baba wena uyingena nin iyingane ( Esho efuna ukukhala )
Boyzin : Relax bukani (watch and listen ) .
( Wahamba Boyzin eyya enganeni bonke bashaya hlaya elincane egengeni .)
Boyzin : Bengathokoza mengaba yintombi yami
Sbahle : Sawubona ?
Boyzin : Njani
Sbahle : Ngyaphila nam manje awusho ngoba usufuka usuzoba Zothokoza lan min sangoma sakho .
Boyzin : ( eyyy ngathi sengiqalile ngshaya daka ) Chaphela mana skhulume kombe Sis ngathi uwubani gama lakhe ?
Sbahle :Gama lami Sbahle wena
Boyzin : Bangibiza ngo Boyzin ngaze ngathokoza ukwazi ( Phela ekhaya ka Boyzin kune Sangoma ).
Sbahle : okey syabong Bye
Boyzin : Shoo
( Wabuyela egengeni yangakubo )
Chillis : Konje utheni ngeskhathi hamba lana
Boyzin : Ngithe Watch and learn .
Chillis : Cela ukuxoxela cha min njer Mbukile Angifundang lutho .
Boyzin : Chillis mft congiyeka
Chillis: abaphaka mise zandla abafuna ukufunda kshela .
( Baphakamis Bonke kwasala Boyzin )
ISAZOQHUBEKA ...
Send a message to learn more