16/07/2026
IBHODWE LESINTU 🇿🇦
Kungenzeka ukuba unenkinga obhekenenayo ekhaya or lawuhlalakhona awuhlelikahle uyahlukumezeka, ngcela ungathuli phumela obala usizakale🙏
•iminyango ongaxhumana nayo uma amaphoyisa engakusizi:
1. IZINOMBOLO
- SAPS Durban Central: 031 325 4500
- IPID KwaZulu-Natal Office - Durban: 031 332 2300 / 0800 111 670
Baphenya amaphoyisa angakusizanga
- SAPS Provincial Complaints KZN: 033 845 1000
- Gender-Based Violence Command Centre: 0800 428 428 / 120 7867 #
Mahhala, 24/7
2. AMANYE AMA-OFFICE ASEDURBAN
- Legal Aid Durban: 031 304 4630
Usizo lwezomthetho lwamahhala
- Public Protector KZN Office: 031 304 7329
Uma uhulumeni engakusizi
- KZN Human Rights Commission: 031 304 0213
- Durban Magistrate's Court - Victim Support: 031 372 8000
1. Bhala phansi konke: Usuku, isikhathi, igama le-station, igama lephoyisa
2. Shayela i-IPID 0800 111 670 noma uye ku-IPID Durban: 29 Dr Pixley Kaseme Street, Durban CBD
3. Uma kuyi-GBV: Shayela 0800 428 428